Imvume yokuba ngumkhoseli
Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Isicelo semvume yokusebenza ngaphansi kwesivumelwa
Isicelo semvume yabantu abasebenza emikhumbini
Isicelo semvume yohlelo lokushintshisana
Imvume yokuba ngumkhoseli
Isicelo semvume yokusebenza
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Ukuthuthela eNingizimu Afrika noma ukuvakashela
Ilungelo lokuhlala isikhashana
Imvume yokuba ngumkhoseli
Isicelo semvume yokuba ngumkhoseli obaleke kwelakubo
Isimo
Isicelo sokuba ngumkhoseli obaleke kwelakubo yenziwa ngumenzi wesicelo ukuba emukelwe njengodinga isiphephelo (refugee).
Ocela ukukhosela ngumuntu obaleke kwelakubo izwe ngenxa yokwesaba ukuhlukunyezwa (kwezenhlalo, kwezamasiko, kwezepolitiki, kwezenkolo ngisho nakwezomnotho), nakhona ofuna ukwamukelwa njengodinga isiphephelo (refugee). - kulesi simo eNingizimu Afrika. Umenzi wesicelo ngodinga ukukhosela ngesikhathi isicelo sakhe kusabhekwana naso.
Odinga ukukhosela unikezwa imvume engeke yavuselelwa yokukhosela endaweni okungenwa kuyo eNingizimu Afrika (emngceleni womhlaba, esikhumulweni sezindiza noma esikhumulweni semikhumbi). Imvume ngeyezinsuku ezingu-14 nakhona igunyaza onayo ukubika endaweni eyamukela ababaleki ebizwa ngokuthi yi-Refugee Reception Office (RRO) eseduzane ukuze enze isicelo sodinga ukukhosela.
Umuntu odinga isiphephelo (refugee) onikezwe isimo sokuba ngodinga ukukhosela kanye nokuvikelwa ngokulandela umthetho obhekene nabadinga ukukhosela we-Refugee Act, 1998.
Ukuthola olunye ulwazi olunabile ngena kwi-website ethi uMnyango wezaseKhaya.
Inqubo okumele ilandelwe
Odinga ukukhosela, ufaka isicelo ngokwakhe endaweni efanele ye-RRO, lapho okwenziwa khona okulandelayo:
Umenzi wesicelo uyahlolwa kuqala
Kuthatha izigxivizo zeminwe yomenzi wesicelo
Kutholwa umtoliki (uma kunesidingo)
Kuprintwa imvume yodinga ukukhosela, isayinwe, ifakelwe isitembu ebese ikhishelwa odinga ukukhosela.
Imvume esebenza izinsuku ezingu-30, izovumela odinga ukukhosela ukuhlala eNingizimu Afrika isikhashana. Imvume inganwetshelwa ezinye izinsuku ezingu-30 ebese ezinyanga ezintathu.
U-RSDO uyaqhubeka nokwahlulela udaba lwesicelo kanye nokuthatha isinqumo maqondana nesicelo sokukhosela.
Isimo sokuba ngodinga isiphephelo sisebenza iminyaka emibili, kodwa odinga isiphephelo kumele abhale incwadi ecela ukubuyekezwa noma ukunwetshwa kwesimo sakhe sokumba ngodinga isiphephelo, ezinyangeni ezintathu ngemuva kokuba kuphele isikhathi saleyo mvume yodinga isiphephelo.
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi kanye nesikhathi sokwenziwa komsebenzi
Izicelo zingathatha isikhathi sokufinyelela kumaviki ayisithupha .
Izindleko
Le nkonzo ngeyamahhala ayikhokhelwa.
Amafomu okumele agcwaliswe
Isicelo sodinga ukukhosela, ku-BI-1590
Indawo nendlela yokuxhumana
Sicela ufakela isifundazwe
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
