Emali endaweni ehlala izingane
Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Isicelo sosizo lwezimali kahulumeni kumasosha
Isicelo somxhaso lwabantu abancikile
Somxhaso lwesondlo sengane
Somxhaso lwengane okungeyona
Sempesheni yabadala
Zokuhlengwa kwabantu abakhubazekile
Imali yosizo kahulumeni ifakelwe kwiakhawunti yoma
Somxhaso wemali zabakhubazeke unomphela
Zomphakathi zonakekelo lwezempilo kwasebegugile
Izinkonzo zokusekela imindeni
Uhlelo lokusiza ngamandla kwabahlukunyeziwe
Osizo lwemali kahulumeni
Ekusebenziseni kabi izidakamizwa
Somxhaso sosizo ngokulandela uhlelo lokwabelwa umh
Ngokudla kwabakusimo esibucayi senhlupheko
Ukubuyisela izimali zosizo lukahulumeni
Ukwenza isicelo futhi sosizo lwemali kahulumeni
Ukuqoka umuntu ukuthi emukele imali
Emali endaweni ehlala izingane
Izinkonzo amasevisi kaMasipala ayisisekelo amahala
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo kubantu
Emali endaweni ehlala izingane
Isicelo sosizo lwemali endaweni ehlala izingane
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
Indawo ehlala izingane, yindawo erejistiwe (ebhalisiwe)yonakekelo lwezingane. Izindawo ezihlala izingane zingenza isicelo semali yosizo lwesabsidi ngenyanga evela kuhulumeni ukusiza ezindlekweni zokuqhuba umsebenzi kwindawo yezingane. Usizo lwemali yesabsidi luyehlukahluka nakhona luncike kuzindleko zokuqhuba umsebenzi endaweni, kanye nenani lezingane ezihlala lapho.
Ngobani abangenza isicelo sosizo lwemali yesabsidi?
Izindawo ezihlala izingane ezirejistiwe (ezibhalisiwe).
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe
Gcwalisani ifomu ehhovisi lezenhlalakala eliseduzane nani.
Ifomu eligcwalisiwe kumele lisayinwe nguSihlalo weKomidi lezeMenejimente (lezokuphatha) kanye noDayirektha (uMqondisi) weRijini weNdawo ehlala izingane eyenza isicelo.
Fakelani isicelo kanye nesitifikedi serejistreshini (sobhaliso) njenge-NPO kanye nezitatimende zebhangi kuMnyango kahulumeni.
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Usizo lwemali yesabsidi lutholakala kwisikhungo kwingane nengane ehlala lapho kuleso sikhungo.
Imali yosizo lwesabsidi ikhokhelwa isikhungo hhayi enganeni.
Inqubo yesicelo izothatha isikhathi esingaphezulu kwezinyanga ezintathu.
Uma senifakele isicelo, sizohlolwa ubuqotho baso.
Uma aboMnyango beneliseka ngesicelo, nizonikezwa izimali.
Isinqumo sinobonelelwa ngokulandela ubukhona bezimali kanye nesidingo saleyo nkonzo.
Umnyango kahulumeni unikeza izimali zosizo lwesabsidi ngezinyanga ezintathu, kuye ngokubuyekeza imisebenzi yaleyo ndawo yezingane.
Phezulu
Izindleko
Le nkonzo ngeyamahhala ayikhokhelwa.
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Ukuxhumana okuhambelanayo uMnyango wezeNtuthuko yaBantu
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
