zulu.1898.vaseline adv
B4065/07/08
Gcina isikhumba sakho siswakeme ukuze sibe sihle, sibe nempilo sibe bushelelezi. Isikhumba sakho siyamangalisa. U-VASELINE wenza ukuba sihlale simangalisa!
Ugcina umswakama ngokuphindwe
kathathu esikhumbeni
Uvalela umswakama usuku
lonke
Awusoni isikhumba
Wenzelwe isikhumba
esome kakhulu
® I-Vaseline & Intensive Rescue ngumkhiqizo obhalisiwe.
Swakamisa isikhumba sakho amahora angu-24 ngeVASELINE INTENSIVE RESCUE
Abenzi beVASELINE bayazi ukuthi isikhumba esomile asidingi ukunakekelwa ngokuswakamiswa nsuku zonke nje kuphela kodwa sidinga nokunakekelwa ngento esebenza ngokushesha. Yingakho nje abenzi beVASELINE benze i-Intensive Rescue - uchunge lokuqala oluswakamisa isikhumba isikhathi eside oluyikhambi esikhumbeni esomile. I-VASELINE INTENSIVE RESCUE Moisture Locking Lotion neBody Cream kwenzelwe ukufeza izidingo zesikhumba esomile kusize abanenkinga yesikhumba. Le mikhiqizo isebenza ngezindlela ezimbili - i-glycerin igcina umswakama esikhumbeni ngokuphindwe kathathu kanti okuvalela umswakama ngaphakathi kusiza ngokuvikela isikhumba ukuze sihlale siswakeme amahora angu-24.
Umphumela: I-VASELINE INTENSIVE RESCUE yelapha isikhumba esomile yenze ukuba isikhumba esonakele sizelaphe ngokwaso. Kulolu chunge kukhona olunamakha nolungenamakha okusho ukuthi ukhetha ukhilimu noma i-lotion ezwana nawe.[z]
Isimanga
SESIKHUMBA!
ezentengiso
