Isicelo sepasipoti yabasebenzela uHulumeni
Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Isicelo sepasipoti yomvakashi
Isicelo sepasipoti yesikhashana
Ukuthola enye ipasipoti esikhundleni selahlekile
Isicelo sepasipoti yesikhathi esiphuthumayo
Isicelo sepasipoti yengane
Isicelo sepasipoti yabasebenzela uHulumeni
Isicelo sepasipoti enkulukazi
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo Kubantu
Isicelo sepasipoti yabasebenzela uHulumeni
Isicelo sepasipoti yabasebenzela uhulumeni
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
Ipasipoti yabasebenzela uhulumeni (official passport) ikhishelwa izikhulu ezisezikhungweni zikahulumeni lapho zifisa ukuhambela amazwe angaphandle maqondana nemisebenzi kahulumeni. Ipasipoti yabasebenzela uhulumeni isebenza iminyaka emihlanu.
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe
Qinisekisa ukuthi unomazisi wakho noma isitifikedi sokuzalwa kuwe ukuze wenze isicelo.
Gcwalisa ifomu le-BI-73 ulihambise wena mathupha ehhovisi eliseduzane loMnyango wezaseKhaya. Lihambise kwiNxusa (embassy) noma imission yeNingizimu Afrika uma wenza isicelo ungaphandle kwezwe.
Yenza ukuthi kuthathwe izigxivizo zeminwe yakho ukuze irekhodwe (ifakelwe) kuhla lwabantu ezweni (Population Register).
Fakela nezithombe ezimbili zosayizi wepasipoti.
Yenza isicelo sepasipoti yabasebenzela uhulumeni kanye nomazisi (i-ID) ngaso leso sikhathi uma ungeke wakwazi ukulinda.
Fakela incwadi evela kumqashi wakho echaza izizathu zokuthi kungani ufuna ipasipoti yabasebenza kuhulumeni.
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Le nkonzo ingathatha iviki elilodwa ukuya kumaviki angu-6.
Phezulu
Izindleko
Le nkonzo ngeyamahhala ayikhokhelwa.
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Sicela ufakela isifundazwe
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Ukuxhumana okuhambelanayo uMnyango wezaseKhaya
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
