zulu.1710.pyotts_2
B4316_12_08
Qalani iphathi!
AMA-Pyotts Kips akugcina wenelisekile usuku lonke, futhi alungele iphathi. Anambitheka kamnadi uma ehamba nobhiya obandayo, noma uwadla njengama-dips. Uma uthokozisa abangani, hlanganisa le dip elula ngaphambi kokufika kwezimenywa zakho: 200g i-cottage cheese ebushelelezi (noma i-sour cream) ne-chives eqotshiwe kanye ne-parsley eqotshiwe engangesandla, ibinzana likasawoti nophepha, bese ukusevela endishini enhle. Ngoba amabhisikidi amaPyotts abhakiwe, awathoswanga, angenza inhliziyo yakho icwile ebumnandini. Ama-snacks amaPyotts yintandokazi yanoma ngubani.[z]
Gubhani amaholidi ngochunge lwama-snacks amnandi iPyotts. Noma yinini, yisikhathi setiye!
Unyaka ususondele emaphethelweni, sekuyisikhathi sokuthokozela amaholidi nabomndeni nabangani. Woza nentandokazi yama-snacks aseMzansi - amaPyotts kips ─ nizilungiselele ukuzidumisa. Zithokoziseni ngalawa mabhisikidi amnandi.
* Ngezinye izinkinga, shayela kule nombolo: 0860 100 138 (izingcingo zibiza ngokujwayelekile), e-mail: talk2us@snackworx.com noma ubhalele kuleli kheli: Pyotts, Private Bag 116, Rivonia, 2128.
