Isicelo sepasipoti yesikhathi esiphuthumayo
Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Isicelo sepasipoti yomvakashi
Isicelo sepasipoti yesikhashana
Ukuthola enye ipasipoti esikhundleni selahlekile
Isicelo sepasipoti yesikhathi esiphuthumayo
Isicelo sepasipoti yengane
Isicelo sepasipoti yabasebenzela uHulumeni
Isicelo sepasipoti enkulukazi
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo Kubantu
Isicelo sepasipoti yesikhathi esiphuthumayo
Isicelo sepasipoti yesikhathi esiphuthumayo
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
Ipasipoti yesikhathi esiphuthumayo yidokhumende edingeka ngokuphuthumayo lapho unenhloso yokuhamba ukuya kumazwe angomakhelwane angadingi ivisa. Ipasipoti yesikhathi esiphuthumayo ingasetshenziswa nokubuya ngokuphuthumayo eNingizimu Afrika. Isebenza izinyanga eziyisishagalolonye ukusukela ngosuku lokukhishwa kwayo, kodwa ngeyokuhamba uhambo olulodwa kuphela ukuya kulelo lizwe oya kulo kanye nokubuyela eNingizimu Afrika.
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe
Gcwalisa ifomu lesicelo le-BI-73 kunoma yiliphi ihhovisi lezaseKhaya eNingizimu Afrika.
Fakela:
o incwadi echaza ukuthi kungani udinga ipasipoti yesikhathi esiphuthumayo o umazisi wakho (i-ID yakho) noma isitifikedi sokuzalwa o isitatimende esifungelwe kwabomthetho (i-afidavithi) uma ipasipoti yakho yaseNingizimu Afrika yalahleka noma yebiwa o nezithombe ezine zosayizi wepasipoti.
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Isicelo singathatha ukufinyelela kwizinsuku ezinhlanu zokusebenza.
Phezulu
Izindleko
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
BI-73
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
