zulu.1498.free
Isiqalo esihle
Siza izingane zakho ukuze amaphupho azo afezeke, ngokubeka imali yokufunda kusenesikhathi.
Qiniseka ukuthi usuku ziluqala kahle ngesidlo sephalishi elinomsoco, zinike isiqalo esihle nasempilweni ngomfundaze wakwaKellogg’s Corn Flakes.
Kunemifundaze engu-10 ezotholakala kuze kube sekupheleni kukaJuly 2007. Thenga iphakethe elinemininingwane ngemifundaze.
UBONA unamahampa angu-8 abiza R500 iyinye anesikhwama sakwaKellogg’s Corn Flakes, ivawusha yezicathulo zesikole nama-cereals ahlukahlukene nama-breakfast bars ophisana ngako. Kwi-postacard bhala igama lakho, ikheli nenombolo yocingo otholakala kuyona ngezikhathi zasemini uyithumele kuleli kheli: BONA/Kellogg’s Giveaway, Box 32067, Mobeni, 4060, noma uSMSe KELLOGGS ku-35919. [z]
Qeda izinhlungu ngokwemvelo
Umzimba wakho uvuvukele, kuqaqamba imisipha namalunga omzimba, udinga i-OsteoEze Acute enamandla. Isiphatha kahle isisu kanti yamukelekile nakwezemidlalo.
Ukuze kuphele ukuqaqamba, ukuvuvukala, ukufinyela kwemisipha noma ukuqina kwayo, sebenzisa i-OsteoFreeze Gel noma i-OsteoFreeze Roll-on. Uma ufuna ukufudumeza leyo ndawo eqaqambayo, zama i-OsteoEze Rub.
Siphisana ngamahampa ale mikhiqizo angu-16, abiza R245 iyinye. Ukuze uzibeke ethubeni, kwi-postcard bhala igama lakho, ikheli nenombolo yocingo otholakala kuyona ngezikhathi zasemini uyithumele kuleli kheli: BONA/OsteoEze Giveaway, Private Bag X1030, Lyttelton, 0140, noma uSMSe OSTEOEZE ku-35919.
imititilizo
BONA ZULU – June 2007
Amanabukeni ongawethemba
Izizukulwane ngezizukulwane zomama sezike zawazama kanti ziyawethemba. Amanabukeni eGlodina Black Label (70 x 70) aba mane ephaketheni.
Ngamanabukeni eGlodina umama angaba nesiqiniseko sokuthi umntwana uthokozile uphatheke kahle kanti agunyazwe ngabeSABS nabeCotton Mark.
UBONA unamahampa angu-10 abiza R400 iyinye, kanye namaphakethe amane amanabukeni, ama-burp cloths nethawula ophisana ngako. Vakashela iGlodina Factory Shop eseHammarsdale. Shayela ku-031-736-2150 ubuze indlela eya khona.
Kwi-postcard bhala igama lakho, ikheli nenombolo yocingo otholakala kuyona ngezikhathi zasemini, uyithumele kuleli kheli: BONA/Glodina Giveaway, Box 32067, Mobeni, 4060, noma u-SMSe GLODINA ku-35919.
Izipho zika-
Fudumeza izinyawo
Ubusika sebufikile, sekuyisikhathi sokubeka izicathulo zasehlobo ugqoke ama-boots!
Ubuhle bengubo yakho abusoze baphelela uma ungazigqokile izicathulo zakwaFroggie.
UBONA ukunika ithuba lokuwina ipheya elilodwa lama-ankle boots kwayisishiyagalombili abiza R520 ipheya. (Izicathulo zakwaFroggie zitholakala ezitolo zezicathulo ezinkulu ezweni lonkana kanti ungashayela ku-031-450-0200 ukuze bakuyalele isitolo esiseduze nawe.)
Ukuze ube sethubeni, kwi-postcard bhala igama lakho, ikheli nenombolo yocingo yezikhathi zasemini, uyithumele kuleli kheli: BONA/Froggie Giveaway, Box 32067, Mobeni, 4060, noma uSMSe FROGGIE ku-35919.
Usuku lokuvala ngumhlaka:
29 June 2007
(I-SMS ngayinye ibiza R3.)
BONA – August 2005
