Imvume yokusebenza yenani lomkhawulo othize
Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Imvume yokusebenza yenani lomkhawulo othize
Isicelo sokunweba noma ukushintsha imvume yokusebe
Imvume yokusebenza kumakhono angavamile
Imvume yokudluliselwa ezweni yinkampani
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Ukuthuthela eNingizimu Afrika noma ukuvakashela
Imvume yokusebenza yenani lomkhawulo othize
Isicelo semvume yokusebenza yenani lomkhawulo othize kwimikhakha ngokunabile
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
Imvume yokusebenza yomkhawulo wenani elithize (general quota) ikhishelwa umuntu wangaphandle uma lowo muntu ewela ngaphansi komkhakha othize obekwe ngaboMnyango wezaseKhaya ngonyaka, ngenothisi kwiGazethi kaHulumeni ngemuva kokubonisana noNgqongqoshe bezoHwebo neZimboni kanye nowezeMisebenzi. Inani lalezi zimvume kulowo mkhakha ngeke leqa inani lomkhawulo othize obekwe kwinothisi.
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe
o ngeke waqashwa ngaphansi kwezimo nemibandela ephansi kunaleyo enikezwa izakhamizi noma abahlali o incazelo yomsebenzi wakho okumele uwenze o umsebenzi uwela ngaphansi komkhakha ofanele obekwe nguNgongqoshe o isikhundla sikhona futhi sizogcwaliswa nguwe o nokuthi unamakhwalifikheshini asemthethweni adingekayo ukwenza lowo msebenzi ngendlela ochazwe ngayo
Fakela ukuzimisela komqashi ukukhokhela amaphesente amabili emali yoqeqesho. NB (Okubalulekile): Ubufakazi bokukhokha kumele bulethwe ezinsukwini ezintathu ngemuva kokuthola imvume.
Cela umqashi ofuna ukukuqasha ukuthi agcwalise isigaba sika-13 , no- kwifomu le-BI-1738.
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izicelo zingathatha isikhathi esifinyelela ezinsukwini ezingu-30.
Phezulu
Izindleko
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
