Isicelo sepasipoti yengane
Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Isicelo sepasipoti yomvakashi
Isicelo sepasipoti yesikhashana
Ukuthola enye ipasipoti esikhundleni selahlekile
Isicelo sepasipoti yesikhathi esiphuthumayo
Isicelo sepasipoti yengane
Isicelo sepasipoti yabasebenzela uHulumeni
Isicelo sepasipoti enkulukazi
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo Kubantu
Isicelo sepasipoti yengane
Isicelo sepasipoti yengane
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
Ipasipoti yengane yidokhumende edingekayo enganeni ukuze ikwazi ukuhamba iye kwelinye izwe. Ipasipoti yengane inikezwa izingane zaseNingizimu Afrika ezineminyaka engaphansi kwengu-16. Isebenza ekuhambeleni onke amazwe ngaphandle kokuba ifakelwe imibhalo ethize ekhombisa ukungamukeleki (endorsed). Isebenza iminyaka emihlanu ukusukela ngosuku ekhishwa ngalo.
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe
Hambisa isitifikedi sokuzalwa sengane.
Hambisa izithombe ezimbili zepasipoti zamaduzane.
Kudingeka imvume yabazali bobabili noma yabanakekeli ngaphambi kokuba ingane inikezwe ipasipoti.
Khipha ubufakazi besitifikedi sokushona uma omunye wabazali eshonile.
Uma kunemvume enikezwa ngumnakekeli, kumele kuchazwe ukuthi latholakala kanjani ilungelo lokuba ngumnakekeli.
Ngaphansi kwezimo ezithile zesipesheli (ezifana nokungabi bikho komzali), uma kungakhonakali ukuthi lowo mzali anikeze ngemvume kwifomu lesicelo, kumele kube nemvume ebhaliwe yencwadi okumele itholakale kulowo mzali ongekho.
Kwisimo lapho umzali engafuni ukunikeza ngemvume, inkantolo enegunya kulolu daba, kumele ithathe isinqumo ngalolu daba Ikhophi yomyalelo wenkantolo enegunya kulolu daba, kumele ihambisane nefomu lesicelo sepasipoti.
Uma abazail bedivosile, bobabili abazali kudingeka ukuthi banikeza imvume ngaphandle kokuba umyalelo wenkantolo uchaza ngokunye (isibonelo, ilungelo lobunakekeli linikezwe kumzali oyedwa).
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Ipasipoti ingathatha amaviki ayisithupha ukuya kwangu-8 ukukhishwa.
Phezulu
Izindleko
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Ukuxhumana okuhambelanayo
Ukuxhumaniseka ngaphandle
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
