zulu.1423. Fish Fingers
B4502/03/09 NguVickie de Beer Izithombe nguJohan Wilke
Khetha kahle!
NJENGOMAMA uyakwazisa ukunika ingane yakho okunempilo – kanti uma kukhulunywa ngokudla okunomsoco ungakhetha i-I&J Fish Fingers. Lesi sidlo asifakiwe odayi, ama-preservatives, neMSG kanti siyindlela enhle yokufundisa ingane ukudla inhlanzi. Okusempeleni lesi sidlo kufanele sidliwe yiwo wonke umuntu. Inhlanzi ayinawo amafutha amaningi, i-cholesterol ne-sodium – kanti inothiswe ngamaphrotheni. I-I&J Fish Fingers ikahle kakhulu – imnandi! Yizame – izingane zakho zizoyithanda.[z]
EZENTENGISO
Lena yindlela enhle yokufundisa izingane zakho ukudla inhlanzi emnandi
I-I&J Fish Fingers inconywa yiHeart and Stroke Foundation SA – iyona kuphela ewuhlobo lwama-fish fingers anophawu lwenhliziyo olukhomba ukuthi angukudla okunempilo.
UTHI UBUWAZI?
I-I&J Fish Fingers ingama-fish fingers angu ngqo aphuma phambili – i-I&J yethula ama-fish fingers ayo eSA
ngo-1955.
