Isicelo semvume yokusebenza
Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Isicelo semvume yokusebenza
Imvume yokusebenza kumakhono angavamile
Ukunweba noma ukushintsha imvume yokusebenza
Imvume yokudluliselwa ezweni yinkampani
Isicelo semvume yabantu abasebenza emikhunjini
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Isicelo semvume yokusebenza
Isicelo semvume yokusebenza
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
Imvume yokusebenza yidokhumende esemthethweni enikeza abantu ababuya ngaphandle ilungelo lokusebenza nanoma yiyiphi inhlangano eNingizimu Afrika. Imvume yokusebenza inikezwa abantu ababuya ngaphandle kuphela.
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe
Abenzi bezicelo zayo yonke inhlobo yemvume yokusebenza kumele bafakele izicelo kumahhovisi abameli bamazwe eNingizimu Afrika abangaphandle (diplomatic representative office), kuzwe umenzi wesicelo asuka kulo, noma ehhovisi lerijini (lesifunda) loMnyango lapho umenzi wesicelo azoqashwa kulo.
Fakela okulandelayo:
o ipasipoti esebenzayo ezinsukwini ezingu-30 eRiphabliki o isitifikedi sokugonywa esidingeka ngokulandela umthetho o imibiko yempilo kanye neyezama-x-ray (medical and radiological reports). Lokhu akudingekile kwizingane ezingaphansi kweminyaka engu-12 kanye nabesimame abakhulelwe akumele babenalo mbiko weze-x-ray o isitifikedi somshado (uma ushadile), iafidavithi (incwadi efungelwe ngokomthetho), isitifikedi sokushona (uma owakwakhe eshonile) noma incwadi yedivosi o izitifikedi zokuzalwa zezingane ezihambisana nomenzi wesicelo o isitifikedi samaphoyisa sokuba msulwa (clearance certificate) somenzi wesicelo sawo onke amazwe umenzi wesicelo kanye nowakwakhe abahlale kuwo, ukusukela kwiminyaka engu-18, kanye nezingane ezincike kuye ezineminyaka engu-18 ukuya kwephezulu, ezizobe zinomenzi wesicelo eRiphabliki o isitifikedi sogonyo lwesifo se-yellow fever uma uzohamba noma unenhloso yokuhamba udlule endaweni evamise ukuba nesifo se-yellow fever.
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Asikho isikhathi esibekiwe (esinqunyiwe).
Phezulu
Izindleko
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
BI-1738(Ifomu lesicelo semvume yokuhlala isikhashana)
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Sicela ufakela isifundazwe
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
