Isicelo sokusungula iforamu yasemsebenzini
Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Isicelo sokubhalisa inyunyane yabasebenzi naboMn
Isicelo sokubhalisa sokurejista njengomkhandlu wez
Isicelo sokubhalisa umkhandlu ohlangene wezingxoxo
Isicelo sokusungula iforamu yasemsebenzini
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo ezinhlanganweni
Ezobudlelwane babaqashi nabasebenzi zinyunyane nezinhlangano zabaqashi
Isicelo sokusungula iforamu yasemsebenzini
Isicelo sokusungula iforamu yasemsebenzini
Isimo
Amaforamu asemsebenzini asungulelwa okulandelayo ukuqhubela phambili izidingo zabasebenzi emisebenzini, kodwa hhayi amalunga enyunyane kuphela;
ukukhuphula izinga lezokusebenza kahle ngezinga eliphezulu;
ukubonisana nabasebenzi ngezinto ezithile; kanye nokubandakanya abasebenzi ekuthathweni kwezinqumo ngokuhlanganyela kwezinye izinto.
Iforamu yasemsebenzini ingasungulwa noma kukuphi lapho okunabasebenzi abangaphezulu kwekhulu khona. Leli nani alibandakanyi abasebenzi abangomininjela bezinga eliphezulu. Isicelo singenziwa kuphela uma iforamu yasemsebenzini ingekho, kanti ingenziwa ngokulandela umthetho wezobudlelwane babaqashi nabasebenzi we-Labour Relations Act, 1995.
Ukuthola olunye ulwazi, hamba uye kwaboMnyango wezemiSebenzi.
Inqubo okumele ilandelwe
Inyunyane kumele ifakele ikhophi yesitifikedi esiqinisekisiwe yesivumelwano sezingxoxo phakathi kwabaqasi nabasebenzi (collective agreement), esiwubufakazi bokuthi yamukelwe ngumqashi.
Omele inyunyane (abamele izinyunyane) kumele agcwalise (kumele bacwalise) ifomu le-LRA 5.1.
Ikhophi laleli fomu kumele linikezwe olunye uhlangothi olithintekayo (umqashi) njengobufakazi kanti ikhophi yefomu kumele ibandakanywe ngokufakela la madokhumende alandelayo:
Ikhophi lesilipi esisayiniwe uma ikhophi ihanjiswe ngesandla
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Kungathatha izinsuku ezingu-30 ukusungula iforamu.
Izindleko
Le nkonzo ngeyamahhala ayikhokhelwa.
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
