Isicelo sosizo lwezimali kahulumeni kumasosha
Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Isicelo sosizo lwezimali kahulumeni kumasosha
Isicelo somxhaso lwabantu abancikile
Somxhaso lwesondlo sengane
Somxhaso lwengane okungeyona
Sempesheni yabadala
Zokuhlengwa kwabantu abakhubazekile
Imali yosizo kahulumeni ifakelwe kwiakhawunti yoma
Somxhaso wemali zabakhubazeke unomphela
Zomphakathi zonakekelo lwezempilo kwasebegugile
Izinkonzo zokusekela imindeni
Uhlelo lokusiza ngamandla kwabahlukunyeziwe
Osizo lwemali kahulumeni
Ekusebenziseni kabi izidakamizwa
Somxhaso sosizo ngokulandela uhlelo lokwabelwa umh
Ngokudla kwabakusimo esibucayi senhlupheko
Ukubuyisela izimali zosizo lukahulumeni
Ukwenza isicelo futhi sosizo lwemali kahulumeni
Ukuqoka umuntu ukuthi emukele imali
Emali endaweni ehlala izingane
Izinkonzo amasevisi kaMasipala ayisisekelo amahala
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo kubantu
Isicelo sosizo lwezimali kahulumeni kumasosha
Izimali zemixhaso kumasosha ezimpi zakudala
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
Isosha elidala ngumuntu owalwa impi yomhlaba yokuqala (1914-1918) noma impi yomhlaba yesibili (1939-1945) noma owalwa impi yaseKorea (1950-1953).
Owamukela usizo lwezenhlalakahle, ongakwazi ukuzinakekela kanti udinga ukunakekelwa zikhathi zonke angasifaka isicelo sosizo ngaphezu kwaleso sezenhlalakahle.
Imali yokwelekelela amasosha amadala kusukela ngo April 2008 ingu R960 ngenyanga.
Ukuze ufake isicelo sosizo kumele:
ube yisakhamuzi sase South Africa uphinde uhlale khona ube ngohlala e South Africa ngenkathi ufaka isicelo ube neminyaka engu 60 noma ngaphezulu noma ube ngokhubazekile ube ngowalwa impi yokuqala noma yesibili yomhlaba noma impi yase Korea ube ngowalwa empini eyaqala ngo 6 September 1939
ufezekise izidingo zophenyo lwesimo semali.
Uphenyo lwesimo semali abantu abayinganisayo ekhaya kuyindlela uhulumeni abona ngayo ukuthi isimo salowomndeni sinjani kwezomnotho. Ukuze uthole imali yokwelekelelwa kumele ukuthi imali oyingeniswa ibe ngaphansi kwenani elithile. Ngo 2008 uphenyo lwemali yokwelekelela amasosha asemadala yomuntu ongashadile yayithi uma impahla yakho ingalinganiselwa emalini engaphezu kwe R451 200, ungeke uthole imali yosizo. Umuzi ohlala kuwona awubalwa uma uhlolwa, kanti nemali oyingenisayo kumele ibe ngaphansi kuka R26 928 ngomnyaka uma ungashadile.
Uma ushadile ungeke uthole imali yokwelekelelwa uma impahla yenu nobabili ingalinganiselwa emalini engaphezu kwe R902 400, Umuzi enihlala kuwo awubalwa uma nihlolwa. Imali yenu nobabili kumele ibe ngaphasi kuka R53 856 ngomnyaka.
ungabi ngomunye wabagcinwe ezindaweni zikahulumeni ungabi ngomunye wabamukela usizo lwemali kwabazenhlalakahle (ngaphandle kwemali yokunqeda).
ukheshe endaweni ethile ngosuku oluthile ifakwa kwi Akhawundi yomuntu yasebhange (ibhange linelungelo lokukukhokhisa ukwenza lomsebenzi)
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe
Uma usuluphele noma ugula kakukhulu ukuthi ungahamba uye ehhovisi, cela omunye ukuthi acele abasehhovisi bakuvakashele. Lowomuntu kumele aze nencwadi evela kuwena noma incwadi evela kudokodela eshoyo ukuthi awukwazi ukuza ehhovisi ngoba uyagula. Kungahlelwa ukuthi bakuvakashele.
Thumela ifomu lakho kanye nalamaphepha alandelayo.
o ubufakazi bokuthi uphuma empini kungaba yisitifiketi sempi noma izimendlela zempi.
Lamaphepha alandelayo azofuneka ukuze ufake isicelo uma incwadi yomazisi noma isitifiketi singekho:
o isitetimente esifungelwe ngumuntu ohloniphekile emphakathini owazi umfaki sicelo. Kungaba ilungu lekhansela, umholi wendabuko, unonhlalakahle, noma umfundisi o ubufakazi bokuthi isicelo sesitifiketi sokuzalwa noma somazisi sifakiwe negatsha lezasekhaya 
o incwadi yomazisi yesikhashana ekhishwe yigatsha lezasekhaya uma ngabe kunjalo o isitifiketi sokubhabhadiswa o ikhadi lase kliniki 
Ulwazi ngesimo sakho mayelana nomshado:
o uma ungashadile, iafudaviti esho ukuthi awushadileuma o uma ushadile isitifiketi somshado o uma uhlukene nowakwakho, isitifiketi sokuhlukana o uma owakwakho efile, isitifiketi sokufa.
Ulwazi ngesimo sempahla yakho kanye nemali oyingenisayo:
o uma usebenza, isitifiketi seholo o uma ungasebenzi, incwadi eluhlaza yokukhombisa ukuthi awusebenzi noma isitifiketi sokuphuma emsebenzini esivela kumqashi wakho wakudala o uma inempesheni yangasese, ubufakazi balempesheni o uma uneAkhawundi ebhange, isitatimendi sezinyanga ezintathu ezilandelanayo o uma kukhona lapho utshale imali khona, ulwazi ngenzalo yemail yakho noma isabelo sayo.
Thola irasidi uyigcine njengobufakazi bokuthi ufake isicelo.
Uzokwaziswa ngencwadi ukuthi isicelo sakho siphumelele noma qha.
Uma ungavumelani nesinqumo sabo, faka isikhalo nongqonqgoshe wentuthuko yezenhlalakahle noma ilungu lekhansela (MEC) uchaze ukuthi yini ungavumelani nesinqumo sabo.
Isikhalo kumele sifakwe zingakapheli izinsuku ezingu 90 emva kokuthola impendulo yesicelo sakho. 
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Kungathatha izinsuku ezingu 21 ukusebenza isicelo sakho.
Uma isicelo sakho semukelekile, uzobhadalwa kusukela ngosuku owafaka isicelo sakho ngalo. 
Phezulu
Izindleko
Le nkonzo ngeyamahhala ayikhokhelwa.
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
