Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Ukubhalisa umkhumbi wokudweba kwabemikhumbi yamazwe angaphandle
Ukudweba ngenhloso yohwebo ukuhambisa noma ukuphatha ukudla ukuphatha ubisi kanye nokuluhambisa
Ukufunana nomcebo wamaminerali ibhizinisi lomsebenzi wezimayini
Ukuqhuba ibhizinisi lezimayini
Isicelo sokubhalisela ukusetshenziswa kwamanzi
Elayisense yokuqhuba iNkonzo yezamaposi egodliwe
Ukufaka isicelo sokudoba izinhlanzi ukuze uziphili
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izimvume namalayisense
Isicelo semvume noma selayisense
Isicelo selayisense yokuqhuba ibhizinisi lezamaposi elingagodliwe (elingabekelwe eceleni)
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
Imali engabuyiselwa emuva yesicelo engu-R500 kumele ikhokhwe ngokheshi noma ngesheke eliqinisekiwe yibhangi noma ngokuyifakela kwi-akhawunti ngendlela ye-elektroniki.
Ubhaliso (irejistreshini) ngeyesikhathi sonyaka owodwa, ukusukela ngosuku okukhishwa ngalo isitifikedi sobhaliso (serejistreshini).
Ukudiliva izincwadi ezifakelwe amakheli
Ukudiliva amaphasela obunzima bekhilogramu eyodwa nengaphansi
Ukukhishwa kwezitembu zokuposa
Ukunikezwa kwamabhokisi okuposa emigwaqeni kanye namabhokisi amaposi.
Abantu ziqu ngokwabo kanye namabhizinisi bakhululekile ukwenza izicelo zelayisense zokuqhuba amabhizinisi eposi yemisebenzi yeposi engagodliwe (engabekelwe eceleni).
Imali engabuyiselwa emuva yesicelo engu-R500 kumele ikhokhwe ngokheshi noma ngesheke eliqinisekiwe yibhangi noma ngokuyifakela kwi-akhawunti ngendlela ye-elektroniki.
Ubhaliso (irejistreshini) ngeyesikhathi sonyaka owodwa, ukusukela ngosuku okukhishwa ngalo isitifikedi sobhaliso (serejistreshini).
Ukuthola olunye ulwazi, ngena kwi-
UMnyango wezokuXhumana
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe
Gcwalisa ifomu lesicelo uwenze abemathathu.
Khokhela imali yesicelo ngokheshe, noma isheke eliqinisekiwe yibhangi
Fakela ifomu lesicelo kwaboMnyango wezokuXhumana kanye nobufakazi bokuthi ukhokhile
Thumela ubufakazi bokukhokha ngefekisi kule nombolo: 12 427 8536.
Fakela okulandelayo:
Amakhophi aqinisekisiwe awo wonke amadokhumende afanele
Imininingwane yenhlangano noma umuntu olawulayo
Iplani yeBhizinisi enemininingwane
Ukuhluleka ukulandela enye yalezi zidingo kungaholela ekufeyileni kwesicelo.
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Ilayisense ingalunga ngemuva kwezinsuku ezingu-30.
Phezulu
Izindleko
Imali yeLayisense ngu-R25 000
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Ucingo:
Ikheli lendawo:
Ikheli leposi:
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
