elayisense yethelevishini
Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Elayisense yethelevishini
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo Kubantu
Ezemidlalo nokungcebeleka
Ezokungcebeleka imidlalo nokuphumula
Elayisense yethelevishini
Isimo
Ilayisense yethelevishini inikeza umuntu igunya lokuthenga ithelevishini eyodwa ukuze abukele ithelevishini (TV).
Lapho uthenga ilayisense yeThelevishini okokuqala, ukhokha inani lemali yonyaka egcwele okungu-R225. Intengo yelayisense yesaphulelo kwabathize (concessionary licence) ngu-R65 ngonyaka.
Abantu abalandelayo bavunyelwe ilayisense yesaphulelo kwabathize:
Noma ngubani oneminyaka engaphezulu kuka-70 noma ngaphezu kwayo, ongahlali nabantu abasebenzayo ancike kubo noma angancikile kubo.
Izinhlangano zidinga ilayisense yethelevishini, kwithelevishini nethelevishini ngayinye enayo enhlanganweni. Emakhaya badinga ilayisense eyodwa kuwo wonke amathelevishini abanawo endlini.
Umthengisi wethelevishini kumele azise abathengi ukuthi ngeke bathenga ithelevishini ngaphandle kokukhipha ubufakazi belayisense yethelevishini. Abafuna ukuthenga amathelevishini bangenza isicelo samalayisense iPosini eliseduzane, noma bacele umthengisi ukubathengela ilayisense.
Ilayisense ivuselelwa njalo ngonyaka.
Ukuze uthole olunye ulwazi, ngena kwi website ethi www.tvlic.co.za
Inqubo okumele ilandelwe
Yenza isicelo ePosini eliseduzane noma kumthengisi onegunya lokukhipha amalayisense eTV.
Fakela okulandelayo:
Inombolo yakho kaMazisi (ye-ID)
Ifomu lesicelo kanye nemali yesicelo
Ubufakazi bendawo ohlala kuyo kanye nekheli leposi, nezinombolo zocingo
Ungenza nesicelo kwi-inthanethi ekhelini elithi:www.tvlic.co.za
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Kungathatha amahora ambalwa.
Izindleko
Ngu-R225
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Ucingo:
Ikheli lendawo:
Ikheli leposi:
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
