Ukuhlola imbewu lapho kunesikhalazo kanye nengxabano
Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Ukuhlolwa kwamasampuli asemthethweni ezimbewu
Ukuhlola imbewu lapho kunesikhalazo kanye nengxaba
Isicelo sokukhishwa kwezitifikedi ze ISTA
Isicelo samalungelo okwandisa izinhlobo zezitshalo
Isicelo sokwamukelwa kwenhlobo yesitshalo
Isicelo sokwamukelwa kwemisebenzi emaqondana
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izimvume namalayisense
Ukukhiqiza izitshalo
Ukuhlola imbewu lapho kunesikhalazo kanye nengxaba
Ukuhlola imbewu lapho kunesikhalazo kanye nengxabano
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
Ungabika ngezinye izikhalazo zokuhlolwa kwezimbewu noma izingxabano eziqondene neqophelo lezimbewu, kodwa kumele uqale uxhumane nabe-OSTS (bheka imininingwane yokuxhumana) ukubona ukuthi ngabe ubuchwepheshe obudingekayo ngenhlobo yohlolo kanye/noma ngenhlobo yezimbewu likhona yini. Le nkonzo (le sevisi) itholakala kunoma yimuphi umuntu, inhlangano, isikhungo, inkampani noma umlimi.
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe
Uma ufuna ukufakela isikhalazo noma ingxabano maqondana neqophelo lezimbewu, thumela incwadi kanye nesampuli yezimbewu kanti futhi ucacise kahle lonke ulwazi maqondana nesikhalazo noma ingxabano. Bandakanya imininingwane yohlolo olwenziwe ngezinye izikhungo zohlolo lwezimbewu.
Uma isikhalazo sibonakala sifanele, isibonelo, iqophelo lezimbewu lingahambisani nokubekwe kumthetho wokuthuthukiswa kwezitshalo, umthetho we-Plant Improvement Act, 1976, akho zindleko. Uma isikhalazo singenalutho olubambekayo nolufanele, kumele kukhokhelwe imali yokuhlola izimbewu ebekwe ngabophiko lwezimali zikaZwelonke (Treasury), kanti kuzokhishwa i-invoice (isigqebhezana sephepha esikhombisa imali okufanele ikhokhelwe).
Kungakhokhwa ngendlela ye-elektroniki (ngokusebenzisa i-inthanethi) noma ngokukhokha kukhawuntala, kodwa kubalulekile ukuthi usho inombolo ye-invoice ukuze bazokwazi ukuqhathanisa imali ekhishiwe kanye ne-invoice eyenziwe. Imininingwane yebhangi ingokulandelayo:
Ikhodi yeGatsha: 01-08-45
Inombolo ye-akhawunti: 011244887
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Abe-OSTS babonelela kuqala ukuhlolwa kwamasampuli ezimbewu lapho kunengxabano noma kungalandelwanga imibandela yomthetho. Ubukhulu bengxabano noma isikhalazo, isibonelo, inani lamasampuli, inhlobo yezitshalo kanye nenhlobo yohlolo okumele kwenziwe, kuchaphazela isikhathi esizothathwa ekuphenyisiseni. Ngeke kwanikezwa ulwazi maqondana namazinga okuhlola. Buza kuleyo ndawo ngokwayo (bheka imininingwane yokuxhumana).
Phezulu
Izindleko
Le nkonzo (le sevisi) ithokalala mahhala uma isikhalazo kungesifanele. Kodwa, uma isikhalazo kungesingafanele (not justified), kuzomele kukhokhelwe imali eyamukelekile yokuhlolwa kwezimbewu, kwisimo nesimo.
Ngu R230 ngehora
Ngu R90 lulunye
Ngu R205 lulunye
Ngu R310 lulunye
Ngu R270 lulunye
Ngu R425 lulunye
Ngu R510 lulunye
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
Awekho amafomu okumele agcwaliswe.
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Ukuxhumana okuhambelanayo uMnyango wezoLimo
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
