Ukuhlolwa kwamasampuli asemthethweni ezimbewu
Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Ukuhlolwa kwamasampuli asemthethweni ezimbewu
Ukuhlola imbewu lapho kunesikhalazo kanye nengxaba
Isicelo sokukhishwa kwezitifikedi ze ISTA
Isicelo samalungelo okwandisa izinhlobo zezitshalo
Isicelo sokwamukelwa kwenhlobo yesitshalo
Isicelo sokwamukelwa kwemisebenzi emaqondana
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izimvume namalayisense
Ukukhiqiza izitshalo
Ukuhlolwa kwamasampuli asemthethweni ezimbewu
Ukuhlola imbewu lapho kunesikhalazo kanye nengxabano
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe
Izimbewu okumele kutholakale amasampuli azo, zikhethwa ngokulandelayo:
o ukuthatha nje ngokukhetha kuphi nakuphi (random)
o izimbewu ezisolisayo o izinhlobo zezitshalo ezinezinkinga.
Abahloli bayaziswa ngemiphumela.
Uma imiphumela ibonisa ukuthi izimbewu azihambisani nomthetho, zingahoxiswa ezimakethe ukuthi zingathengiswa noma zingafakelwa amalebuli.
Njengoba lokhu kuhlolwa kwezimbewu kwenziwa ngokulandela umthetho kazwelonke, akukhokhiswa lutho. Kodwa, uma umuntu lapho okuthathwe khona isampuli ecela imiphumela yohlolo, ngendlela yombiko wohlaziyo lohlolo obizwa iSeed Analysis Report, kumele kube nenani lemali evunyele ngabomnyango wezimali okumele likhokhelwe. Kuzokhishwa i-invoice. Imininingwane yeBhangi ingokulandelayo:
Ikhodi yeGatsha: 01-08-45
Inombolo ye-akhawunti: 011244887
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Isiteshi esisemthethweni sokuhlola izimbewu (Official Seed Testing Station), sisebenzisa inqubo ebonelela okubalulekile nokumele kubonelelwe kuqala ekuhloleni (priority system). Ngoba izitshalo ezehlukene zinezimo ezehlukene zokuhlolwa, isikhathi sokuhlola singathatha izinsuku ezimbalwa ukuya kumaviki ambalwa. Uma unemibuzo qondana nesikhungu uqobo (bheka imininingwane yokuxhumana).
Phezulu
Izindleko
Le nkonzo itholakala mahhala.
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
Awekho amafomu agwaliswayo.
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
