Ubhaliso lwesipesheli njengososayense
Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Sikazwelonke sosizo lwezimali kubafundi iNational
Kuqala sobhaliso nesikhungo semfundo ephakeme
Kuhlaka lukazwelonke lwamarekhodi abafundi iNation
Ubhaliso lwesipesheli njengososayense
Izidingo ngobhaliso kumkhakha wokusebenza njengoso
Isicelo sokubhalisa njengososayense weprofeshini y i aphili ngokwalelwa ubhaliso
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo Kubantu
Imfundo noqeqesho
Izikhungo zemfundo ephakeme
Ubhaliso lwesipesheli njengososayense
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
Ikhansela ithathe isinqumo sokuthi inikeze labo Bantu ithuba lokufaka isicelo sokubhalisela ukuba ngoSosayensi bendalo abawufundele lomsebenzi ngaphansi kwemigomo ethile.
Wonke umuntu ongenawo amaphepha omsebenzi avunyelwe noma aziwa yikhansela angasifaka isicelo.
Abafaki zicelo kumele:
bahlonishwe ngabasebenza nabo ngolwazi abanalo kulomsebenzi wabo abawukhethile kube nendima ethile abayidlalile kumphakathi waboSosayensi babe nolwazi oluyilona abalufundele olungekho ngaphansi kweminyaka eyishumi angezona izincamu ngaphambi kokuba bafake izicelo kulowomsebenzi abasifakela wona isicelo.
Isicwayiso: uma ngabe uke washiya lomsebenzi wakho owufundele eminyakeni eyishumi eyedlule, ungeke uvunyelwe ukubhalisa ngaphansi kwaloluhlelo.
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe
Gcwalisa ifomu elisemthethweni lokubhalisa.
Thumela ifomu elisayiniwe kanye incwadi elandisa ngokufunda nolwazi equkethe:
Amaripoti amathathu (wathumele ngeComputer) owabhalile noma lapho udlale indima ebalulekile ekuwabhaleni. Uma ngabe ungeke ukwazi ukuthumela amanye amaripoti ngoba kunezimfihlo ezithile, kuyodingeka ubufakazi bokuthi kubhalwe nguwena.
Ama-afidavithi aphuma kubantu ababili abakufakazelayo baphinde baqinisekise ukuthi lomsebenzi othi uyawazi ngepela kunjalo.
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Ukubhalisa kungathatha amaviki angu 6 kuya ku 8 kuya ngokuthi amaphepha adingekayo aphelele yini.
Abantu ababili abakhethwe yikomidi elilulekayo lalowomsebenzi bazokuhlaba ngemibuzo ehambelana nesicelo sakho.
Umphumela wokuhlolwa kwakho uzokwaziswa emva komhlangano omkhulu wekhansela.
Phezulu
Izindleko
Imininingwane yeComputer yasebhange kanye nokufaka imali ngokuya ebhange: Sicela usebenzise amaletha okuqala amagama akho kanye nesibongo sakho ukuze ubonakalise inkokhelo yakho e-akhawuntini yethu ebhange ubese ufekisa ubufakazi bokukhokha nekhasi lokuqala lesicelo sakho ku 841 1057.
Imininingwane yasebhange:
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
;(Ifomu yokubhalisa ukuze waziwe njengoSosayensi wendalo)
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Ucingo:
Ikheli lendawo:
Ikheli leposi:
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Ukuxhumana okuhambelanayo uMnyango wezeSayensi neTheknoloji
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
