Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Isicelo sokusungula ilearnersip uma ungumqashi
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo ezinhlanganweni
Ezobudlelwane babaqashi nabasebenzi
Isimo
Ukuthola olunye ulwazi, hamba uye kwaboMnyango wezemiSebenzi.
Inqubo okumele ilandelwe
Abahlinzeki ngoqeqesho kumele bathathe isinqumo ngokuthi ngabe yiwaphi ama-learnership abanganikeza ngawo.
Uma abaqeqeshi sebekhethe i-learnership kumele bathole abaqasi abazonikeza abafundi ithuba lokusebenzela ukuthola isipiliyoni.
Abahlinzeki ngoqeqesho kanye nabaqashi abazonikeza abafundi ithuba lokuthola isipiliyoni kumele bavumelane ngokulandelayo:
o ngabe bangaki abafundi abazobaqeqesha;
o inqubo nemibandela (criteria) yokukhetha abafundi; kanye o nokuthi bazobathola kanjani abafundi.
Abahlinzeki boqeqesho kumele baqale uqeqesho ngosuku okuvunyelwane ngalo kusivumelwano se-learnership.
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Kungathatha cishe izinsuku ezingu-30 ukusungula i-learnership.
Izindleko
Le nkonzo ngeyamahhala ayikhokhelwa.
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Sicela ufakela isifundazwe
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
