Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Indlela yokusesha abakhokhela intela yeVAT
Isicelo sobhaliso yokubuyiselwa imali yembuyekezo
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
lapho umthamo wentengiso yakho okumele ikhokhiswe intela ye-VAT wehla uba ngaphansi kuka-R300 000 ngonyaka lapho uyeka ibhizinisi, nakhona uzobe ungenzi ibhizinisi ezinyangeni ezingu-12 ngemuva kosuku lapho wenze isicelo sokubhalisa ukuqala ibhizinisi kodwa ungakaliqali lelo bhizinisi.
Kumele wazise abe-SARS ezinsukwini ezingu-21 zokuvalwa kwebhizinisi lakho.
Abe-SARS ngeke bakhansela ukubhalisa komuntu obebhalisile uma kukhona izizathu ezibambekayo zokukholelwa ukuthi uzoqala elinye ibhizinisi esikhathini sezinyange ezingu-12 ukusukela ngosuku lokuyeka kwakhe elinye ibhizinisi.
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe
Thola amafomu okubhalisa kwi-inthanethi ngekhompyutha noma uye emahhovisi eSARS lapho obhalise khona ukwenza isicelo.
Thumela amafomu kwihhovisi le-SARS lapho obhalise khona.
Abe-SARS bazokunikeza inothisi ebhaliwe kumuntu owenze isicelo sokukhansela ukubhalisa noma ukumazisa ukuthi bayala (bayenqaba) ukukhansela ubhaliso (irestreshini).
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Asikho isikhathi esibekiwe (esinqunyiwe).
Phezulu
Izindleko
Le nkonzi itholakala mahhala ayikhokhelwa.
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Sicela ufakela isifundazwe
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Ukuxhumana okuhambelanayo
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
