Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Isicelo sokunikeza inothisi yokufa
Isicelo sesitifikedi sokukhombisa ukuba msulwa ngo
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo amasevisi abangaphandle
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
Amanxusa afuna ukuqinisekisa ukuthi izakhamuzi zakuleli eziboshelwe kwamanye amazwe ziphathwa ngendlela eyemukelekile uma zisejele. Ziznto ezihambelana nokunqamulezwa nokuphathwa ngendlela engahlonipheki noma ukujeziswa uzakubikwa kuziphathimandla zakuleyo ndawo. Imithetho yakwamhlabuhlangene yokuphathwa kweziboshwa iyasetshenziswa uma kunje.
Yiluphi usizo olunikezwa ngamanxusa kuzakhamuzi zaseMzansi eziboshelwe kwamanye amazwe?
Izisebenzi zasehhovisi lamanxusa:
zinikeza isiboshwa ulwazi ngemithetho yalelozwe okungafaka phakathi unqedo lwezemithetho lalelozwe, ukushushiswa uhlu lwabameli (awuqokelwa ummeli) kwenziwa njani uma ubuyiselwe ejele, isimo sebheyili, ukudlulisela icala phambili ukuze isiboshwa sazi ukuthi amalungelo aso ahmba afike kuphi.
ukuhlala ngokuthintana njalo nesiboshwa saseMzansi kulelozwe babe begcina imithetho yakuleyondawo.
ukuthintana nomndeni nabangane - uma bacelwe yisiboshwa. Akukho kuthintana noma lwazi oluzokushwa ngaphandle kwemvume ngencwadi yesakhamuzi saseMzansi asiboshwe kwelinye izwe.
qinisekisa ukuthi uma udinga usizo lwezempilo utshele iziphathimandla zasejel.
Qaphela:
Igatsha lezangaphandle namanxusa ase South Africa emazweni amanye enza konke okusemandleni awo ukuqinisekisa ukuthi izimali, izincwadi namaphepha okufunda, nemithi ziyafinyelela ngokushesha esiboshweni. Kodwa-ke, imisebenzi ebalulekile yahhovisi lamanxusa yiyona okuqalwa ngayo. Nesimo sezinto kulelozwe singakhinyabeza ukufika kwezinto kusiboshwa.
amanxusa angeke akwazi ukusiza isiboshwa kulezizinto ezilandelayo:
ukugxamalazela ekuqubekeni kwezinkntolo zamazwe ukukutholela ummeli noma ukunikeza izeluleko kwezomthetho ukukucelela ukuba ukhululwe, noma ibheyili ukuya ezindaweni noma amajele ayingozi ukuphenya icala ukukutholela ukuba uhlale kangcono ejele kunabanye abantu ngaphandle uma ngabe imithetho amhlabuhlangene yokugcinwa kweziboshwa ingalandelwa.
ukunikeza abomndeni umyalo wokuthi bathumele imali ukukubhadalela imali yabameli, neyemithi kanye nezinye izindleko ukukutholela indawo yokuhlala, umsebenzi, ivisa noma iphomedi yokuhlala kwelinye izwe ukukhokhela imisebenzi eyenziwe abezokuvakasha, bezindiza, amabhange noma abaqashisa izimoto ukwelekelela ngokomthetho abantu abayizakhamuzi emazweni amabili ezweni lesibili ukukhokhela ukulungisa, nokungqwaba, nokushisa isidumbu somuntu wase South Africa obhubhile
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe
Abantu abayizakhamuzi zamazwe amabili baboshwe ezweni lesibili lapho bayizakhamuzi nakhona abangeke basizwe ngamanxusa ase South Africa. Uma abantu abayizakhamuzi zamazwe amabili baboshwe kwelinye izwe lapho bengezona izakhamuzi, babe behamba ngeposipoti yezwe lesibili, kumele bathintane nanxusa lalelozwe ababehamba ngepasipoti yakhona.
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi ayashiyana ngelizwe ngelizwe kanti aya ngesimo sezwe elibophe umuntu.
Phezulu
Izindleko
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Ucingo:
Ikheli lendawo:
Ikheli leposi:
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Ukuxhumana okuhambelanayo uMnyango wezangaPhandle
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
