Imvume kubantu abathathe umhlalaphansi
Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Imvume kubantu abathathe umhlalaphansi
Imvume kwisikimu sokuhlanganisa umndeni
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Imvume kubantu abathathe umhlalaphansi
Isicelo semvume yomuntu osethathe umhlalaphansi
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
Imvume yomuntu osethathe umhlalaphansi inikezwa umuntu wangaphandle onenhloso yokuzodlela umhlalaphansi eNingizimu Afrika.
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe
Uma ufisa ukusebenza, kumele uchaze ukuthi akekho umuntu oyisakhamuzi saseNingizimu Afrika noma omhlali okwazi ukwenza umsebenzi waleso sikhundla owenze isicelo saso.
Khipha ikontraki yomsebenzi yenkampani ozoyisebenzela enayo yonke imininingwane efanele ngaleyo nhlangano.
Isitifikedi sogonyo lwesifo se-yellow fever uma uzohamba noma unenhloso yokuhamba udlule endaweni evamise ukuba nesifo se-yellow fever. Isitifikedi ngeke sadingeka lapho uhambe, noma unenhloso yokuhamba udlule ungangeni kuleyo ndawo noma uma isicelo senziwa eNingizimu Afrika.
Khokha idiphozithi. Leyo diphozithi ngeke yabuyiselwa emuva kumkhiphi wayo ngemuva kokuba uhambile noma ngemuva kokuba ukhishelwe imvume. Ukukhokhwa kwediphozithi kungenziwa ngokukhokha ngesheke eligarantwe yibhangi (bank guaranteed cheque) noma nge-credit card ezindaweni lapha okukhona le fasilithi.
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izicelo zingathatha isikhathi esifinyelela ezinsukwini ezingu-30.
Phezulu
Izindleko
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
BI-1738(Ifomu lesicelo semvume yokuhlala isikhashana)
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Sicela ufakela isifundazwe
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
