Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo Kubantu
Ukubhekana nomthetho
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
Ummangali noma owakhinyabezeka ngenkathi kwenziwa ubugebengu, unalo ilungelo, ngokuphawula kwe section 299 A of the Criminal Procedure Act, 1977 (isigaba sika 299A somthetho wokuhanjiswa kwezinqubo zobugebengu ka 1977) lokuba khona noma athumele ozommela, uma kulalelwa isithembiso sokungabaleki sommangalelwa lapho isinqumo sizoba wukuthi adedelwe noma afakwe ngaphansi kweso labasemajele.
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe
Ummangali noma owakhinyabezeka ngenkathi kwenziwa ubugebengu kufanele azise abaphathi bezasemajele ne bhodi elalela isithembiso sokungabaleki, ngokubhala incwadi, uma afisa ukuba khona noma afuna ukuthumela ozommela uma kulalelwa isithembiso sokungabaleki sommangalelwa.
Uma isicelo sommangali semukeleka, ibhodi izakwazisa ummangali ngokumbhalela incwadi eshoyo ukuthi loku kuzakwanzeka nini, nokuthi kumele bakhulumisane nobani. Lencwadi izakusho usuku nendawo lapho ibhodi yokulalela isithembiso sokungabaleki, izakuhlanganela khona.
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Ibhodi yokulalela isithembiso sokungabaleki izakuphendula ummangali, ngokumbhalela incwadi zingakapheli izinsuku eziyishumi nane.
Phezulu
Izindleko
Ayikho imali ekhokhwayo.
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Ukuxhumana okuhambelanayo uMnyango weSevisi yokuQondisa iZimilo
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
