Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Ukubika ubugebengu ngaphandle kokuzidalula igama
Ngokuhlukunyezwa kwabantu asebegugile
Fakela isaziso ngokufa okwenzekile
Umgunyathi wenkohliso ye419 kanye nenkwabaniso yam
Inombolo yokubika ubugebengu
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo Kubantu
Ukubhekana nomthetho
Ukubika ubugebengu izenzakalo
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
Le nkonzo (le sevisi) itholakala kunoma ngubani umuntu ohlukunyezwe wubugebengu.
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe
Lapho umuntu ehlukunyezwe wubugebengu, angaxhumana namaphoyisa ngokushayela kwinombolo ethi: 10111 noma ngokuya esiteshini samaphoyisa esiseduzane (bheka imininingwane yokuxhumana) ukubika ubugebengu.
Uma iphoyisa libhekana nendawo okwenzeke kuyo ubugebengu, lizothatha isitatimende kumkhalazi kanye nofakazi uma bekhona.
Umkhalazi kumele aqinisekise ukuthi i-CAS number anikezwa yona uyayigcina lapho kunemibuzo ngekusasa maqondana necala lobugebengu.
Isikhulu sephoyisa sizokhulumisana naye ebese sithatha isitatimende kumkhalazi kanye nokubhala phansi ubugebengu obubikwayo kwi-CAS.
Idokodo lecala elibhalisiwe, linikezwa iphoyisa lophenyisiso (police detective) ozoqhubeka nokuphenyisisa. Yonke imibuzo kumele iqondiswe kule-detective.
U-detective oqondene necala uzophetha uphenyisiso ebese ethula idokodo kwinkantolo efanele ukuze iqule (ishushise) icala.
U-detective uzokwazisa umkhalazi ngokuthi kumele aye nini enkantolo ukuyolalela icala.
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Uzosizwa masishane.
Phezulu
Izindleko
Le nkonzo ngeyamahhala ayikhokhelwa.
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
Isikhulu sephoyisa esithatha isitatimende sizogcwalisa ifomu.
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
