Ukubuyisela izimali zosizo lukahulumeni
Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Isicelo sosizo lwezimali kahulumeni kumasosha
Isicelo somxhaso lwabantu abancikile
Somxhaso lwesondlo sengane
Somxhaso lwengane okungeyona
Sempesheni yabadala
Zokuhlengwa kwabantu abakhubazekile
Imali yosizo kahulumeni ifakelwe kwiakhawunti yoma
Somxhaso wemali zabakhubazeke unomphela
Zomphakathi zonakekelo lwezempilo kwasebegugile
Izinkonzo zokusekela imindeni
Uhlelo lokusiza ngamandla kwabahlukunyeziwe
Osizo lwemali kahulumeni
Ekusebenziseni kabi izidakamizwa
Somxhaso sosizo ngokulandela uhlelo lokwabelwa umh
Ngokudla kwabakusimo esibucayi senhlupheko
Ukubuyisela izimali zosizo lukahulumeni
Ukwenza isicelo futhi sosizo lwemali kahulumeni
Ukuqoka umuntu ukuthi emukele imali
Emali endaweni ehlala izingane
Izinkonzo amasevisi kaMasipala ayisisekelo amahala
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo kubantu
Ukubuyisela izimali zosizo lukahulumeni
Ukubuyisela izimali zosizo lukahulumeni
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
Uma uthola imali yosizo lukahulumeni (imali yomxhaso kahulumeni), okungafanele uyithole, uzobhekana nomsebenzi wokuyibuyisela kuhulumeni ngaphandle kokuba aboMnyango wezeNtuthuko yaBantu beneliseka ngokuthi ubungazi ukuthi akufanele uyithole. Kulesi simo, imali yosizo lukahulumeni (social grant) kumele imiswe noma ikhanselwe, ngoba kuzothathwa ngokuthi lokhu yicebo lokukhohlisa ukuzizuzisa(fraud).
Ngabe le nkonzo isebenza kubani (kobani)?
Abantu abafumana iigranti abangafanelekanga bazifumane.
Izizathu zokumiswa kwezimali zosizo lukahulumeni:
Ukwamukelwa esikhungweni sikahulumeni
Uma imali yosizo ingalandwa izinyanga zize zibe zintathu ngokulandelana.
Uma umuntu engekho eNingizimu Afrika isikhathi esingaphezu kwezinyanga eziyisithupha.
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Abomnyango bazokhansela inani elikweledwa nguwe, uma begculiseka ngokuthi ubungazi ukuthi akumele uyithole leyo mali.
UMqondisi-Jikelele (uDirector-General) woMnyango angathi ngokubona kwakhe afune izimali ngokufakela inqubo yecala lomthetho maqondana nalowo muntu.
UMqondisi-Jikelele (uDirector-General) woMnyango angavumela ukuthi ukukhokhwa kwemali kuqhubeke isikhathi esithize ngokulandela izimo ezithile ezibekwe ngumuntu ofuna ukuqhubeka nokukhokhelwa leyo mali yosizo. Isicelo kumele senziwe ezinsukwini ezingu-90 ngemuva kokumiswa kwemali yosizo lukahulumeni.
Uma umuntu efuna kubuyekezwe udaba lokumiswa kwemali yosizo lukahulumeni, kumele achaze ingeniso (imali ayitholayo) ngesikhathi sokwenza isicelo. Lokhu kuzoba yisisekelo esisetshenziswa ngabomnyango lapho wenza isinqumo sokuthi ngabe kumele isibuyekeze yini isimo sakho noma cha. Umenzi wesicelo uzokwaziswa ngomphumela wesicelo ezinyangeni ezingu-3 (ezintathu) kungakafiku usuku lokubuyekeza, noma usuku okwenziwa ngalo isitifikedi.
Phezulu
Izindleko
Le nkonzo ngeyamahhala ayikhokhelwa.
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
Amafomu atholakala kwihhovisi eliseduzane lengosi Yezenhlalakahle Yomphakathi wase Ningizimu Afrika.
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Sicela ufakela isifundazwe
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Ukuxhumana okuhambelanayo uMnyango wezeNtuthuko yaBantu
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
