Ukuvuselela ilayisense yokushayela
Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Isicelo selayisense yokufunda
Isicelo selayisense yesikhashana yokushayela
Isicelo selayisense yokushayela
Isicelo sokushintsha ilayisense yokushayela yangap
Ukuvuselela ilayisense yokushayela
Isicelo selayisense ethatha isikhundla selayisense
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo Kubantu
Ezokuthutha nokuhamba
Ukushayela nokufunda ukushayela
Ukuvuselela ilayisense yokushayela
Ukufaka isicelo sokuvuselela ilayisensi yokushayela
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
Ilayisensi yakho eyikhadi iyaphela emva kweminyaka emihlanu wayithatha, kanti ifuna ukuvuselelwa ngalesisikhathi. Usuku iphela ngaso lubhaliwe elayisensini yakho, kodwa uzothunyelelwa isaziso sokuvuselela ngeposi
Ungayivuselela ilayisensi yakho nomanini lungakafiki usuku ephela ngalo. Ilayisensi entsha izophela emva kweminyaka emihlanu uyivuselele.
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe
o umazisi wakho, umazisi wokwesikhashana,noma ipasopoti yaseMzansi, kanye nelayisensi yekhadi endala.
o izithombe ezingezona zombala ezimbili zomazisi o imali enqunyiwe.
Isaziso: awungeke uvivinyelwe ukushayela kodwa uzohlolwa amehlo, uma amehlo akho angasaboni kahle, uyobekelwa eminye imithetho elayisensini yakho entsha.
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Ilayisensi yakho izolunga emuva kwamaviki amane noma ayisithupha.
Phezulu
Izindleko isiFundazwe
Mpumalanga
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
Izindleko zibekwe ngamalungu esigungu sekhansela kanti ziyashiyana ngezifundazwe.
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Sicela ufakela isifundazwe
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Ulwazi oluhambelanayo
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
