Isicelo semvume yesihlobo
Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Imvume yokusebenza ngaphansi kwesivumelwano
Isicelo semvume yesihlobo
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Isicelo semvume yesihlobo
Isicelo semvume yesihlobo
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
Imvume yesihlobo inikezwa umuntu wangaphandle oyilunga lomndeni oseduzane wesakhamuzi noma ohlala eNingizimu Afrika unomphela. Leso sakhamuzi noma lowomhlali, kumele anikeze iziqinisekiso kwezezimali. Imvume yesihlobo isebenza isikhathi somkhawulo wokufinyelela eminyakeni emibili.
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe
Khipha ubufakazi bokuba yilunga lomndeni elisondele kakhulu kwisakhamuzi noma umhlali osekelayo.
Fakela isiqiniseko se-chartered accountant noma ubufakazi obusekela amadokhumende aqinisa ukuthi isakhamuzi noma umhlali osekelayo unazo izimali noma inhlanganisela yezimali zokusekela eninazo. Imali yokusekela akumele ibe ngaphansi kuka-R5 000 ngenyanga kumuntu ngesikhathi sokuvakasha lokhu akusebenzi kowakwakho noma ingane encane encike kuwe.
Ungacelwa nokuthi ukhiphe elilodwa noma angaphezulu amanye alama dokhumende alandelayo:
o i-visa esebenzayo o izitifikedi zodokotela maqondana nomenzi wesicelo kanye nawo onke amalunga umndeni ahambisana nawe.
o isitifikedi sokuzalwa esiphelele (esingafingqwanga), ukufakazela ubuzali, lapho kufanele o isitifikedi somshado o ubufakazi bokuthi ninobudlelwane bobulingani noma bomshado, uma nishadile, isehlukaniso, idivosi noma bokushonelwa o ubufakazi be-adopshini (bokuthini ngeyakho ngokomthetho)
Isitifikedi samaphoyisa sokuba msulwa uma ungaphezu kweminyaka engu-21 maqondana nawo wonke amazwe alapho uke wahlala khona isikhathi esingaphezulu konyaka owodwa noma ngaphezulu kwaso, ukuthi sinikezwe ezinyangeni ezingu-12, uma singeke sanikezelwa ngaso leso sikhathi.
Imibiko yodokotela nabezama-x-ray, maqondana nomenzi wesicelo ngamunye. Imibiko yabenza ama-x-ray ngeke yadingeka ezinganeni ezingaphansi kweminyaka engu-12 noma abesimame abakhulelwe.
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izicelo zingathatha isikhathi esifinyelela ezinsukwini ezingu-30.
Phezulu
Izindleko
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
