Izinkonzo zokuhlengwa kwabantu abakhubazekile
Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Isicelo sosizo lwezimali kahulumeni kumasosha
Isicelo somxhaso lwabantu abancikile
Somxhaso lwesondlo sengane
Somxhaso lwengane okungeyona
Sempesheni yabadala
Zokuhlengwa kwabantu abakhubazekile
Imali yosizo kahulumeni ifakelwe kwiakhawunti yoma
Somxhaso wemali zabakhubazeke unomphela
Zomphakathi zonakekelo lwezempilo kwasebegugile
Izinkonzo zokusekela imindeni
Uhlelo lokusiza ngamandla kwabahlukunyeziwe
Osizo lwemali kahulumeni
Ekusebenziseni kabi izidakamizwa
Somxhaso sosizo ngokulandela uhlelo lokwabelwa umh
Ngokudla kwabakusimo esibucayi senhlupheko
Ukubuyisela izimali zosizo lukahulumeni
Ukwenza isicelo futhi sosizo lwemali kahulumeni
Ukuqoka umuntu ukuthi emukele imali
Emali endaweni ehlala izingane
Izinkonzo amasevisi kaMasipala ayisisekelo amahala
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo kubantu
Zokuhlengwa kwabantu abakhubazekile
Izinkonzo zokuhlengwa kwabantu abakhubazekile
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
Izinkonzo zokuhlenga (rehabilitation services) zinikezwa abantu abakhubazekile ukuze bakwazi ukuzisiza ukufinyelela izinga lokuthi bakwazi ukusebenza ngendlela okungafinyeleleka kuyo. Kukhona imikhakha eminye yezinkonzo zokuhlenga, ezinikezwa kwimikhakha ehlukile yokukhubazeka, kanti lezi zinkonzo yilezi ezilandelayo:
Izinkonzo zokuhlenga emkhakheni weprayimari (wokuqala)
Izinkonzo zokuhlela zeprayimari zinkonzo zokuvimbela (preventative services) ezakha ikhono leklayenti ukuthi likwazi ukuzenzela. Lokhu kubandakanya i-therapeutic counselling (izeluleko ngokuhlenga nokwelashwa ukuphungula izinhlungu noma ubunzima), izinkonzo zokunakekelwa emakhaya, amaqembu ezosekelo kanye nokuthi abantu bakwazi ukuzenzela, ukuqwashisa ngolwazi kanye nezinhlelo zokumela nokugqugquzelela (advocacy programmes).
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe
Vakashela endaweni eseduzane nawe yonakekelo lwezempilo noma ikliniki ecubungulayo (screening), kanti khona uzothunyelwa endaweni yohlengo esibhedlela noma kwenye indawo yohlengo lwesiphesheli, lwesekondari noma lwezinga le-tertiary.
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Kungathatha cishe izinyanga ezingu-3 ukubhekana nesicelo sakho. Kwezinye izindawo, abantu bafakelwa kuhla lokulinda izinyanga ezingu-6.
Phezulu
Izindleko
Kwezinye izimo, imali yosizo lukahulumeni kwabakhuzekile efinyelela ku-75% ithathwa njengengxenye yezindleko. Ezinye izindleko zibekwa ngamafasilithi ngokwawo. Amanye amafasilithi akala izindleko ngokuya ngalokho umndeni ongakwazi ukukukhokhela. Zonke lezi zindleko zihlukile kuye ngesifundazwe (ngeprovinsi).
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Sicela ufakela isifundazwe
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Ukuxhumana okuhambelanayo uMnyango wezeNtuthuko yaBantu
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
