Isicelo somuntu obekwe yinkantolo njengohluleka ukukhokhela izikweledu (insolvent) ukuthi abuyiselwe esimweni esihle (rehabilitation)
Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Isicelo somuntu obekwe yinkantolo njengohluleka uk
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo Kubantu
Ukubhekana nokufa
Ifa lomuntu oshonile
Isicelo somuntu obekwe yinkantolo njengohluleka uk
Isicelo somuntu obekwe yinkantolo njengohluleka ukukhokhela izikweledu (insolvent) ukuthi abuyiselwe esimweni esihle (rehabilitation)
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
umuntu obekwe njengohluleka ukukhokha izikweledu ngokwakhe i-agent egunyazwe ngokufanele yomuntu ohluleka ukukhokhela izikweledu, uma lowo muntu ohluleka ukukhokhela izikweledu engahlali eNingizimu Afrika umfelokazi noma umfelwa womuntu ohluleka ukukhokhela izikweledu, uma beshade ngokuhlanganyela impahla (in community of property)
Umuntu angenza isicelo sokubuyiselwa kwisimo esihle (rehabilitation) ngemuva kwesikhathi esingakanani lapho emuncwe impahla yakhe yafakwa ngaphansi kolawulo (sequestrated)?
Noma kunini:
o masishane ngemuva kokuba izindleko zabakweledwayo zikhokhelwe ngokugcwele noma o uma umuntu obekwe njengohluleka ukukhokha izikweledu (insolvent) enze isicelo sokukhokha isikweledu ngokugcwele (offer of composition), nakhona isicelo sakhe sivunyelwe ngabangamakota amathathu abakweledayo, kanti obonwe njengohluleka ukukhona isikweledu ekhokhe izikweledu noma enze isiqinisekiso sokukhokha.
Ngemuva kwezinyanga eziyisithupha:
o uma ezinyangeni eziyisithupha, kungazange kube nombango wesikweledu ngefa lobonwe njengohluleka ukukhokhela isikweledu kanti futhi ngaphansi kwesimo sokuthi lokhu bekungokokuqala umuntu obenwe njengohluleka ukukhokha isikweledu ebekwe ngaphansi kolawulo lokuthathelwa impahla kanti futhi umuntu obenwe njengohluleka isikweledu engenawo amanye amacala ake atholakala enawo.
Ngemuva kwezinyanga eziyishumi nambili :
o ukusukela ngosuku u-Master aqinisekisa ngalo i-akhawunti yolawulo lwempahla yakhe; kanti futhi ngaphansi kwesimo o sokuthi lokhu bekungokokuqala umuntu obenwe njengohluleka ukukhokha isikweledu ebekwe ngaphansi kolawulo lokuthathelwa impahla kanti futhi o umuntu obenwe njengohluleka isikweledu engenawo amanye amacala ake atholakala enawo.
Ngemuva kweminyaka emithathu:
o ukusukela ngosuku u-Master aqinisekisa ikhawunti yolawulo lwempahla o kanti futhi uma obonwe njengohluleka ukukhokha izikweledu eseke wathathelwa amanyathelo olawulo lwempahla ngokuhluleka ukukhokhela izikweledu okungaphezu kokukodwa, kodwa ngaphansi kwesimo sokuthi obonwe njengohluleka ukukhokhela izikweledu akakaze atholwe enecela kumacala athize.
Ngemuva kweminyaka emihlanu:
o kwisimo lapho obonwe njengohluleka ukukhokhela izikweledu, eseke watholakala enecala kumacala athize.
o ngemuva kokuphela kweminyaka elishumi, obonwe njengohluleka ukukhokhela izikweledu uyobonelelwa ukuthi abuyiselwe kwisimo esihle - ngaphandle kokuba imiyalelo yenkantolo ibeke ngokunye, lapho abantu abathintekayo benze isicelo. Isicelo kumele senziwe kungakapheli iminyaka elishumi.
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe
Ungenza isicelo sokubuyiselwa kwisimo esihle ngokwakho, kodwa uzodinga usizo ngezomthetho.
Xhumana nommeli noma nehhovisi lika-Master ukuthola olunye ulwazi olunabile kanye nosizo.
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Bonisana nommeli wakho ngesikhathi sokwenziwa kwesicelo.
Phezulu
Izindleko
Xoxisana nommeli wakho ngezindleko.
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
Xhumana nommeli wakho noma aboMnyango wezoBulungisa nokuThuthukiswa koMthethosisekelo.
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Ukuxhumana okuhambelanayo uMnyango wezoBulungisa nokuThuthukiswa koMthethosisekelo
Ukushada ngaphansi komthetho wosiko
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
