Isicelo sobhaliso (serejistreshini) ye-VAT
Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Indlela yokusesha abakhokhela intela yeVAT
Isicelo sobhaliso yokubuyiselwa imali yembuyekezo
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
Uphoqelekile ukubhalisela (ukurejistela) i-VAT uma ingeniso olutholayo lokuthengisa impahla noma imali yokuthengisa amasevisi (izinkonzo) onikeza ngazo ingaphezulu kwenani lika-R300 000 ngonyaka noma kulindeleke ukuthi izokweqa leli nani.
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe
Amadokhumende okumele afakelwe nesicelo ngalandelayo:
Uma kulibhizinisi langaphandle, imininingwane yomuntu oqokwe ukumela lelobhizinisi eNingizimu Afrika.
Amanye amadokhumende ngokunabile (zonke izicelo):
Isitatimende sebhangi sakamuva, isheke elikhanseliwe noma incwadi evela ebhangi eqinisekisa imininingwane yakho yebhangi laseNingizimu Afrika. Uma i-akhawunti yebhangi ingekho egameni lomthengisi, kumele kugcwaliswe ifomu le-VAT 119i.
Ilayisense yokuqhuba ibhizinisi uma ikhona kuleyo bhizinis, isibonelo, ilayisense yotshwala noma yokudweba.
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Uzokwaziswa nalapho isicelo sakho singavunyelwanga.
Linda okungenani izinsuku ezingu-10 ukuthi ihhovisi legatsha lendawo libhekane nesicelo sakho. Isitifikedi sizoposelwa ekheleni olinikeze kwisicelo sobhaliso (serejistreshini) kanti futhi sizotholakala emavikini amabili isicelo sakho sivunyiwe. Abasebenzi bakwa-SARS abavunyelwe ukukwazisa ngomlomo inombolo yakho ye-VAT.
Phezulu
Izindleko
Le nkonzo ngeyamahhala ayikhokhelwa.
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
