Isicelo sobhaliso yomhlaba wokugcina inyathi
Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Isicelo soMhlaba woLimo kaHulumeni
Isicelo sobhaliso yomhlaba wokugcina inyathi
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izimvume namalayisense
Ukuphatha imenejimente yebhizinisi lezolimo
Isicelo sobhaliso yomhlaba wokugcina inyathi
Isicelo sobhaliso (serejistreshini) yomhlaba wokugcina inyathi
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
Noma ngubani ofuna ukugcina inyathi, kumele aqale abhalise umhlaba noMnyango weZoLimo.
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe
Thola ifomu lesicelo kwi-website, ebese uligcwalisa ngokuprinta. Lingatholakala nakwihhovisi lendawo yempilo (kadokotela) wezilwane kahulumeni.
Cela udokotela wezilwane kahulumeni oseduzane nawe ukuthi ahlole umhlaba kanye nothango (nomfense), kanye nokuqinisekisa isimo sezifo senyathi.
Inhloko yezinkonzo zempilo yezilwane kwisifundazwe (kwiprovinsi) kumele ufakezele ukuthi kukhona imithombo efanele yokuqapha isimo epulazini njalo-njalo, nokuthi ukuhamba-hamba kwenyathi epulazini kanye nangaphandle kwepulazi kungaphathwa kahle ngendlela efanele nokuthi kuzokwazeka ukuthi kulandelelwe ngokushesha yonke into okungenzeka ihambe ngendlela engavamile.
Isicelo kumele sihambisane nokulandelayo:
o isitifikedi esigunyazisiwe sokubiyelwa kahle ngendlela efanele, esikhishwa ziphathimandla zokugcinwa kwemvelo/kwendalo o ikhophi yemephu (yebalazwe) ekhombisa umkhawulo wawo wonke umhlaba okwenziwa isicelo sobhaliso lwawo.
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Isikhathi esithathwayo ukubonelela isicelo nokwamukelwa kwaso kuyahluka kusifundazwe ngesifundazwe (kuprovinsi ngeprovinsi). Uma isicelo sesamukelwe, sithunyelwa kuMnyango kazwelonke wezoLimo.
Izikhulu kumnyango kazwelonke, zinikeza ngenombolo yobhaliso (yerejistreshini), zingezela ulwazi kwirejista yezinyathi kuzwelonke kanye nokuprinta isitifikedi serejistreshini esinikezwa umnikazi womhlaba. Le nqubo ingathatha izinsuku ezilishumi zokusebenza.
Phezulu
Izindleko
Le nkonzo ngeyamahhala ayikhokhelwa.
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
