Isicelo sokubhalisa inhlangano engasebenzeli inzuzo
Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Okubhalisa njengenhlangano engasebenzeli inzuzo
Okubhalisa indawo yokuhlala izingane
Isicelo sokubhalisa inhlangano engasebenzeli inzuz
Faka isicelo sokubhalisa ikhaya labantu abadala
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo ezinhlanganweni
Ukuqala inhlangano ibhizinisi
Ukubhalisa inhlangano engenzi inzuzo
Isicelo sokubhalisa inhlangano engasebenzeli inzuz
Isicelo sokubhalisa inhlangano engasebenzeli inzuzo
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
Izinhlangano ezingasebenzeli inzuzo (non-profit organisations) zinkampani ezibhalisele (ezirejistele) ukuhlinzeka ngezinkonzo (ngamasevisi) noma ukuqhubela phambili izidingo zemiphakathi kanti azihlosile ukwenza, noma ukuhlolwa ngenzuzo (ngeprofiti) eziyenzayo. Izinhlangano eziningi ezingekho ngaphansi kukahulumeni zama-NGO, zinhlangano zezinkonzo, kanye nezinhlangano zomhawu noma zozwelo (charity) ziwela kulo mkhakha.
Ngokuvamile, izinhlangano ezingasebenzeli inzuzo zinikeza izinkonzo (amasevisi) emiphakathini ehlukene, njengezikimu zokudla kwezingane, izinhlangano ezinakekela izintandane ngenxa ye-AIDS, izinhlangano zezinkolo, nezinye. Ngisho noma yiyiphi imali eziyenzayo nezibanayo ngemuva kokukhokhela izindleko zokusebenza kwazo, zisetshenziselwa ukunweba nokungezela izinkonzo (amasevisi) azo.
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Kungathatha izinsuku ezinhlanu ukubhekana nesicelo senu.
Izindleko
Ukugodlelwa igama: Ngu-R50
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Ucingo:
Ikheli lendawo:
Ikheli leposi:
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
