Isicelo sobhaliso lwesiteshi sokuhlola izimoto
Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Isicelo sobhaliso lwesiteshi sokuhlola izimoto
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo ezinhlanganweni
Ezokuthutha nokuhamba
Ukubhalisa imisebenzi yezokuthutha amasevisi izink
Isicelo sobhaliso lwesiteshi sokuhlola izimoto
Ukufaka isicelo sokubhalisa isiteshi sokuhlola izimoto
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
Isiteshi sokuhlola izimoto kuyisenta ehlola izimoto ibesikhipha isitifiketi sobufakazi bokuthi leyomoto inelungelo lokusebenzisa imigwaqo yomphakathi. Kuneziteshi zangasese abantu abazakhele zona, kanti futhi kuneziteshi ezilawulwa nguhulumeni. Zonke Iziteshi sokuhlola izimoto kumele ukuthi zibhaliswe zinikezwe izigaba ngaphambi kokuthi zikhipha izitifiketi zobufakazi bokuthi izimoto zinelungelo lokusebenzisa imigwaqo yomphakathi. Kuyothi ngenkathi bathola incwadi yokufaka isicelo sokubhalisa, abegatsha lezothutho besifundazwe, bazothumela abahloli ukuyohlola leyondawo efuna ukubhaliswa ukuthi ngabe isezingeni elifanele yini ukuthi ibhaliswe ngokuya ngomthetho wakwa SABS.
Izinga elifunekayo yimishini eyiyona yokuhlola izimoto, kanye nemfundo abafunde bafika kuyo labo abahlola izimoto.
Iziteshi zokuhlola izimoto zigunyazwe ukuhlola izimoto ezisesigabeni abanikezwe sona kuphela.
Ukuze ubhalise isiteshi sokuhlola izimoto sangasese, thintana nehhovisi labaphethe izimoto ezihamba emgwaqweni eliseduze nawe, bakunikeze ulwazi olunzulu.
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe
Gcwalisa ifomu TS1, elokufaka isicelo sokubhalisa isiteshi sokuhlola izimoto ehhovisi labaphethe izimoto ezihamba emgwaqweni eliseduze nawe.
Thumela incwadi yomazisi wakho kanye nomazisi walabo abaphethe leyondawo oyibhalisayo.
Kungenzeka ucelwe ukuthi uthumele amanye amaphepha njengokusho kwelungu lesigungu sekhansela (MEC).
Khokha imali enqunyiwe.
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Kungathatha izinyanga eziyisithupha ukubhalisa isiteshi sakho.
Phezulu
Izindleko
Imali yokufaka isicelo
Mpumalanga
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
Amafomu okubhalisa isiteshi sokuhlola izimoto i, TS1 atholakala kwabegatsha lezothutho lesifundazwe.
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
