Isicelo sokubhalisa ilungelo lobunikazi
Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Isicelo sobhaliso serejistreshini yelungelo lobuqa
Isicelo sokubhalisa sokurejista ubunikazi bophawu
Isicelo sokubhalisa ilungelo lobunikazi
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo ezinhlanganweni
Isicelo sokubhalisa ilungelo lobunikazi
Isicelo sokubhalisa ilungelo lobunikazi (copyright)
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
Ilungelo lobunikazi, yilungelo lokuvikela umsebenzi wakho okungenzeka kube yimibhalo nezincwadi, izinhlelo zamakhompyutha (computer programmes), imisebenzi yobuciko, imetheriyali yokusakaza, umculo, amafilimu noma amavidiyo.
Ukuvikela" kusho ukuvimbela abanye ekukopeni, noma ekukhiqizeni futhi lowo msebenzi noma imetheriyali, kanye nokuyisebenzisa (ngaphandle kwemvume yakho) ukuqhubela phambili inzuzo yabo kwezezimali. Umthetho wezamalungelo obunikazi i-Copyright Act, 1978, ubeka ilungelo lobunikazi.
Uma unombono owuqalile original idea, ngeke wakwazi ukuba nelungelo kuwo Kumele uqale ufake lowo mbono ngendlela ebambekayo physical form efana nebhuku incwadi, ikhadi, i-CD, isithombe esipendiwe isithombe esithathiwe picture, umdlalo odlala kwisikrini screenplay noma ifilimu.
Ivamisa yabantu ababhalile, abaprintile, abashicilele, abadlale oshashalazini (performed) abenze umfanekiso obaziwe noma obunjiwe (sculpured), abapendile, abenze ifilimu noma abarekhode umsebenzi, yibona abavele babenelungelo lobunikazi kulowo msebenzi. Kodwa-ke ngezinye izikhathi, lapho umuntu ebenikezwe ubuthunywa balowo msebenzi (commissioned) nakhona bekhokhelwe ukwenza leyo ngxenye yomsebenzi, ilungelo ngelomqashi obathumele ukwenza lowo msebenzi.
Kwimisebenzi eminingi (ngaphandle kwamafilimu) asikho isidingo sokwenza isicelo selungelo lobunikazi.
Amalungelo obunikazi bamafilimu, noma amavidiyo enzelwe inzuzo kwezezimali, kumele kwenziwe isicelo ngokubhala, ngokufakela amadokhumende alandelayo, atholakala mahhala ehhovisi lamalungelo obunikazi e-Copyright IHhovisi:
Ukuba ne-copyright kunikeza ilungelo "lobunikazi" kuleyo metheriyali kanye nolawulo lokusetshenziswa kwayo ngenhloso yokuzuza izimali. Uphawu lwe-copyright oluvamise ukubonwa kakhulu yilolu olunjena: ©.
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe
Gcwalisa amafomu alandelayo:
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Ngemuva kwesikhathi sezinyanga eziyisithupha, kwenziwa uhlolo losiko (formal examination), ebese kunikezwa ilungelo lobunikazi ngenyanga yesikhombisa.
Phezulu
Izindleko
Ngu-R231
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Ucingo:
Ikheli lendawo:
Ikheli leposi:
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
