Ukubhalisa umkhumbi wokudweba
Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Ukubhalisa umkhumbi wokudweba kwabemikhumbi yamazwe angaphandle
Ukudweba ngenhloso yohwebo ukuhambisa noma ukuphatha ukudla ukuphatha ubisi kanye nokuluhambisa
Ukufunana nomcebo wamaminerali ibhizinisi lomsebenzi wezimayini
Ukuqhuba ibhizinisi lezimayini
Isicelo sokubhalisela ukusetshenziswa kwamanzi
Elayisense yokuqhuba iNkonzo yezamaposi egodliwe
Ukufaka isicelo sokudoba izinhlanzi ukuze uziphili
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izimvume namalayisense
Isicelo semvume noma selayisense
Ukubhalisa umkhumbi wokudweba
Ukufaka isicelo sokubhalisa umkhumbi wokudoba
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
Awukho umkhumbi ozobhaliswa ngaphandle kwelungelo lokudoba kanye nephomedi yokwenza imisebenzi ephathelene nokudoba.
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe
Yenza amalungiselo okuthi umkhumbi uyohlolwa ukuthi ulungele yini ukuthi uhambe emanzini, emva kwaloko abakwa SAMSA bazokhipha isitifiketi sokuphepha. Lesitifiketi sizohambisana namaphepha akho akubhalisa.
Gcwalisa ifomu lakho ngesandla usebenzise amagama amakhulu ufake nezizathu lapho kudingekile.
Nikeza nalolwazi olulandelayo:
o igama lomkhumbi o igama nemininingwane yomnikazi (ufake nokuthi amasheya eme kanjani)
o ubude bomkhumbi o amandla nokuthi uthwala kangakanani o ifulegi lezwe umkhumbi obhaliswe ngaphansi kwalo (noma uqashwe noma abanikazi bahlanganyele nabantu abangasibo base South Africa)
Thumela isicelo sakho kanye nelungelo lakho lokudoba noma ikhontilaka yakho nomnikazi womkhumbi yokusebenzisa umkhumbi wakhe uma ungenawo amalungelo okudoba.
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
(Umthetho kaZwelonke wokuphathwa kwesimo seNdalo)
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Isicelo sakho singathatha izinsuku ezintathu noma ngaphezulu kuya ngokuthi amaphepha aphelele yini.
Phezulu
Izindleko
Izindleko ziyashiyana kuya ngobude bomkhumbi
Ubude bomkhumbi
Izindleko
Imali yokufaka isicelo: R125
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
Sicela uxhumane nehhovisi eliseduze nawe.
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Ucingo:
Ikheli lendawo:
Ikheli leposi:
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Ukuxhumana okuhambelanayo uMnyango wesimo seNdalo nezokuVakasha
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
