CCMA ukuze kube nokubuyisana noma ukubuyisana-ukuthathwa kwesinqumo sokulamula
Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Cela ikomiti ebalulekile ukubona inkonzo ebalulek
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo ezinhlanganweni
Ezobudlelwane babaqashi nabasebenzi
Ezobudlelwane babaqashi nabasebenzi
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
Ukulalelwa kodaba lokubuyisana kwingxabano, yinqubo lapho khona ukhomishana (noma ithimba, kusimo somkhandlu wengxoxo phakathi kwabaqashi nabasebenzi noma i-agency) ehlangana nazo zonke izinhlangothi ezithintekayo kwingxabano ukubheka izindlela zokuxazulula ingxabano ngesivumelwano.
Inqubo ye-conciliation-arbitration (con-arb) ixazulula ingxabano masishane phakathi komqashi nomsebenzi lapho khona kube nokuxoshwa okungalandelanga inqubo yomthetho, ngokubuyisana nokuthatha isinqumo sokulamula. Le nqubo isiza ngokubuyisana (conciliation) nokuthathwa kwesinqumo sokulamula ukuthi kwenzeke inqubo ngendlela eqhubekela phambili ngalo lolo suku, uma kunesidingo.
Ukubuyisana (conciliation) kuxazulula ingxabano masishane futhi ngendlela elungile. Inqubo yokubuyisana (conciliation) ayinasixaka-xaka, ayibizi ngezimali, nakhona ayidingi ukuthi kube nabameli bomthetho. Isinqumo sokuxazulula inkinga sisezandleni zezinhlangothi ezithintekayo.
Kumhlangano wokubuyisana, umqashi angavela yena siqu noma angamelwa ngu-director noma omunye umsebenzi noma inhlangano yomqashi. Umsebenzi angamelwa ngonesikhundla kwinyunyane (office-bearer) noma isikhulu senyunyane ebhalisiwe.
Uma umenzi wesicelo ehluleka ukuvela kwinkundla yokulalelwa kodaba lokubuyisana ngesikhathi esibekiwe, udaba luzovele luhlakazwe. Uma umenzi wesicelo efisa ukuqhubeka, kumele enze isicelo sokukhanselwa kokuhlakazwa kodaba (rescission of the dismissal).
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe
Nikeza uhlangothi oluthintekayo ikhophi yalelil fomu.
Nikeza ubufakazi bokuthi leli fomu linikezelwe kulunye uhlangothi oluthintekayo ngokufakela okulandelayo kwisicelo:
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Kungathatha izinsuku ezingu-30.
Phezulu
Izindleko
Le nkonzo ngeyamahhala ayikhokhelwa.
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Ukuxhumana okuhambelanayo uMnyango wezeMisebenzi
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
