Isicelo sokuba yiphoyisa lerizevu
Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Isicelo sokuba yiphoyisa lerizevu
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo Kubantu
Ukubhekana nomthetho
Isicelo sokuba yiphoyisa lerizevu
Isicelo sokuba yiphoyisa lerizevu
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
Ungaba yiphoyisa lerizevu ngaphansi kwemikhakha elandelayo:
o ukwenza imisebenzi yokusizana namaphoyisa engenziwa esiteshini samaphoyisa, kwi-area noma emkhakheni wesifundazwe (weprovinsi), kodwa kungeyona imisebenzi eyisipesheli o lingagqoka iyunifomu
o ukwenza imisebenzi yokusekela emahhovisi emkhakheni kazwelonke, wesifundazwe (weprovinsi), kwi-area, noma esiteshini, kanti ngeke yenza imisebenzi yobuphoyisa ngokugcwele o ayigqoki iyunifomu o lapho kufanele khona, ingaqeqeshwa emikhakheni yezomthetho, imigomo nemiyalelo esebenza emkhakheni ekuwo noma eqondene nomsebenzi awenzayo.
o kumele ibe namakhono athize noma ulwazi lobuchwepheshe (expertise) olungasetshenziswa ngabenkonzo yamaPhoyisa, isibonelo, ama-pilot, odokotela, abatshwizi emanzini (divers), osonhlalonhle, noma ama-psychologist o izokwenza imisebenzi ethize kumkhakha wolwazi lwakhe lobuchwepheshe o angathi ngokuvunyelwa ngukhomanda wakhe, agqoke iyunifomu o lapho kufanele khona, ingaqeqeshwa emikhakheni yezomthetho, imigomo nemiyalelo esebenza emkhakheni ekuwo noma eqondene nomsebenzi ewenzayo.
o ukwenza imisebenzi yokusebenza kwamaphoyisa ehambelana nobuphoyisa emikhakheni yezobuphoyisa emadolobheni nasemakhaya emikhakheni ethize esiteshini, noma ukwenza kuphela imisebenzi echazwe kumkhakha wayo emkhakheni othize njengoba kubekwe ngukhomanda o ingagqoka iyunifomu kuye ngokusetshenziswa kwayo o kumele iqeqeshwe emkhakheni ofanele wobuphoyisa kanye/noma imisebenzi yobuphoyisa ehambelana nemisebenzi yakhe. Kungadingeka olunye uqeqesho uma yenza umsebenzi wobuphoyisa emikhakheni ehlukene yobuphoyisa.
Iphoyisa lerizevu liqokwa kumkhakha othize, kanti lingadluliselwa (transferred) kunoma yimuphi omunye umkhakha ohambelana nalo, ngokuhambelana nazo zonke izidingo zomkhakha othize, nakhona yenze iqeqesho noma izimisele ukuthola uqeqesho odingekayo kulowo mkhakha.
lingabi nakuphazamiseka ngokwengqondo, izifo, noma ubuntekenteke (infirmity), obungaphazamisa ukwenza kwakhe imisebenzi yakhe libe ngomuntu wesimilo esihle, kanti kulokho kuzophenyisiswa ngemibuzo nokuthola umlando wakhe;
kumele lenze uvivinyo noma uhlolo, olubekwa nguKhomishana kaZwelonke wamaPhoyisa okungenani abe nesitifikedi sebanga eliphezulu (senior certificate), noma esilingana naso, kanye nokunikeza ubufakazi balokhu akwazi ukukhuluma, ukubhala kanye nokufunda i-English (isiNgisi), njengolunye lwezilimi ezigunyazwe wumthetho avume ukuthi kugxivizwe iminwe yakhe ukuze iyohlolwa nakhona angatholakali enecala noma engumuntu oshishiselwa icala azimisele ukuqeqeshwa azimisele ukuthatha isifungo sehhovisi angabi nawo ama-tattoo abonakalayo; kanti abe nelayisense yokushayela, noma-ke lokhu kungesona isidingo sokuqala sokuba yirizevu.
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe yiya esiteshini samaphoyisa esiseduzane nawe gcwalisa ifomu lesicelo le-SAPS 93
ifomu lemininingwane yakho siqu (Annexure B)
Hamba nala madokhumende alandelayo:
o ikhophi eqinisekisiwe yelayisense yakho yokushayela, uma unayo o amakhophi aqinisekisiwe ezifundo zakho.
o umuntu oseke wakhishwa emsebenzini ngenxa yokugula ngengqondo o ilunga labophiko lwe-South Africa Police Service isicelo sakhe sokubuyela ebuphoyiseni esanqatshelwa o umuntu okunoma yisiphi isikhundla kwiqembu lezopolitiki o umuntu osebenza ngokugcwele kwezezindaba noma omele abezindaba o umfundi o isikhulu sezokuphepha o ilunga lenkonzo yobuphoyisa koMasipala.
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Uma utholakala ufanelekile, isicelo sakho sizovunyelwa ngu-Area Commissioner, nakhona uzofungiswa. Ngeke wavunyelwa ukwenza imisebenzi yobuphoyisa ngaphambi kokuba uphethe uqeqesho lwakho. Ngemuva kwalokho, uzonikezwa isitifikedi sokuqokwa ngokomthetho.
Phezulu
Izindleko
Le nkonzo ngeyamahhala ayikhokhelwa.
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
Amafomu awatholakali kulayini we-internethi. Sicela uxhumane nehhovisi eliseduze lonyango.
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
