Imvume yokuhlala unomphela kwabalingani
Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Imvume yokuhlala unomphela kwabalingani
Imvume kwabanamakhono anqabile
Isicelo kubantu abathathe umhlalaphansi
Imvume yokuhlala unomphela kumsebenzi
Isicelo somuntu wangaphandle sokuba yisakhamuzi
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Imvume yokuhlala unomphela kwabalingani
Isicelo semvume yokuhlala unomphela - kwabalingani
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
Le nkonzo (le sevisi) itholakala kubantu bangaphandle abangabalingani nobudlelwane nezakhamizi zaseNingizimu Afrika noma abanelungelo lokuhlala unomphela.
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe
Gcwalisa ifomu lesicelo, i-BI-947 no-BI-29.
Ubudlelwana banomphela bophathina phakathi kwabantu abaganene noma abahlalisene ngobulili obufanayo (homosexual) kanye nabobulili obehlukene (heterosexual) bamukelekile, kodwa kunokuba nesitifikedi somshado labo phathina kudingeka ukuthi bachaze kabanzi ngokuhlalisana kwabo, kanye nokusekelana kwabo kanye nokusekelana ngezimali ngokuletha incwadi efungelwe kwabomthetho (i-afidavithi).
Ukuze aboMnyango wezaseKhaya bakwazi ukunikeza imvume yokuhlala unomphela kumlingani wangaphandle kusakhamuzi saseNingizimu Afrika noma lowo onelungelo lokuhlala unomphela, kumele baneliseke ngokuthi kukhona ubudlelwane bangempela.
Imvume yokuhlala unomphela ikhishwa ngaphansi kwesimo sokuthi iyophela uma kutholakala ukuthi eminyakeni emibili ubudlelwane abusekho, ngaphandle kwalapho kuwukuthi omunye umlingani ushonile.
Ngumlingani oyedwa kuphela wangaphandle ongenza isicelo sokuganana kulesi simo ngokuthi uganene nomuntu oyisakhamuzi saseNingizimu Afrika noma umuntu onelungelo lokuhlala unomphela
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Phezulu
Izindleko
Le nkonzo ngeyamahhala ayikhokhelwa.
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Sicela ufakela isifundazwe
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
