Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Ukubhalisa umkhumbi wokudweba kwabemikhumbi yamazwe angaphandle
Ukudweba ngenhloso yohwebo ukuhambisa noma ukuphatha ukudla ukuphatha ubisi kanye nokuluhambisa
Ukufunana nomcebo wamaminerali ibhizinisi lomsebenzi wezimayini
Ukuqhuba ibhizinisi lezimayini
Isicelo sokubhalisela ukusetshenziswa kwamanzi
Elayisense yokuqhuba iNkonzo yezamaposi egodliwe
Ukufaka isicelo sokudoba izinhlanzi ukuze uziphili
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izimvume namalayisense
Isicelo semvume noma selayisense
Isicelo semvume yokwenza umsebenzi wokuprosesa izinhlanzi
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
I-fish processing establishment (FPE) kungaba yimoto, umkhumbi, isakhiwo noma indawo lapho okukhiqizwa khona i-substance noma i-article yezinhlanzi. I-substance ingakhiqizwa nganoma yiyiphi indlela efana nokusika, ukuhlinza, ukuhlukanisa izingxenye, ukuhlanza, ukuqoqa nokuhlela (sorting) ukusika uqweqwe (lining) kanye nokwenza okuvimbela ukuvunda kwezinhlanzi (preserving fish). Ukwenza lomsebenzi kungabandakanya indawo lapho izinhlanzi ezifakelwa khona emathinini, ezipakelwa khona, ezomiswa khona, ezikhishwa amathumbu nokwangaphakathi, ezifakelwa khona usawoti (itswayi), eziqandiswa khona ngo-ayisi (iced), ezibandiswa khona, ezomiswa khona ngokuqandiswa (frozen) noma eziproseswa khona ukuze zithengiswe eNingizimu Afrika noma ngaphandle kwayo.
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe
Yenza kuphela isicelo selungelo lokudweba lapho kunesimemo esishichilelwa kuGazethi kaHulumeni.
Funda ngokucophelela, uqondisise kanye nokuqinisekisa ukuthi wenelisa izidingo nemibandela yesicelo.
Gcwalisa, usayine kanye nokufakele ifomu lesicelo elihambisana namadokhumende asekelayo aqinisekisiwe, kanye nemali yesicelo engabuyiselwa emuva.
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Isicelo selungelo le-FPE singathatha inyanga eyodwa ukuya kuzinyanga ezintathu noma ngaphezulu ngenxa yobuningi bezicelo. Iisicelo semvume ye-FPE singathatha usuku noma ngaphezulu, kuye ngokuthi isicelo sifakwe ngokulandela inqubo efanele.
Phezulu
Izindleko
Imali ekhokhwayo ibuyekezwa ngonyaka/ibekwa ngonyaka nguNgqongqoshe noma ubuthunywa bokugunyaza, obuhlanganyelwe noNgqongqoshe wezeziMali.
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Ucingo:
Ikheli lendawo:
Ikheli leposi:
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Ukuxhumana okuhambelanayo uMnyango wesimo seNdalo nezokuVakasha
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
