Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Imvume yokusebenza ngaphansi kwesivumelwano
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
I-visa yimibhalo egxivizwe kwipasipoti esebenzayo yomuntu wangaphandle enikeza lowo muntu wangaphandle igunya lokungena eNingizimu Afrika.
itholakale ngaphambi kokuba umenzi wesicelo asuke ezweni lakubo ukuza eNingizimu Afrika itholakale ezweni langaphandle nakhona ngeke kwenziwa isicelo kumachweba/izikhumulo zokungena kumele kwenziwe isicelo sayo kwinxusa noma i-mission yeNingizimu Afrika emazweni lapho iNingizimu Afrika emelwe khona kwenziwe isicelo kwinxusa noma i-mission yeNingizimu Afrika eseduzane, uma iNingizimu Afrika ingamelwanga ezweni lakini. Lokhu kusebenza nakulabo abanamapasipoti ezikhulu zobunxuswa (zobudiplomatiki) abadinga izimvume zobudiplomatiki (zobunxuswa).
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe gcwalisa ifomu lesicelo se-visa le-BI-84
ipasipoti yakho kumele isebenze isikhathi esingekho ngaphansi kwezinsuku ezingu-30 ngemuva kokuphela kwesikhathi sokuvakasha esihlongozwayo ipasipoti yakho kumele ibe nekhasi elilodwa elingasetshenziswanga, lapho uyiletha ukuthi izogxivizelwa imvume (for endorsement)
imali ebekiwe okumele ikhokhelwe, uma ikhona isitifikedi sokugonywa, uma lokhu kusebenza fakela isitatimende noma amadokhumende aqinisekisa inhloso yokuvakasha kwakho kanye nesikhathi sokuvakasha kwakho khipha ubufakazi bokuthi unemali eyenele khipha ubufakazi bethikithi elisebenzayo lendiza lokubuyela emuva kungenzeka kucelwe idiphozithi.
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Le nkonzo (le sevisi) ithatha ukufinyelela kwizinsuku ezingu-10.
Phezulu
Izindleko
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Sicela ufakela isifundazwe
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
