Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Isicelo sesinxephezelo ngokulimala noma ngesifo em
Isicelo sokubika ingozi eyenzeke emsebenzini kwabe
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo Kubantu
Ukunxephezelwa ngengozi yasemsebenzini
Isicelo sokubika ingozi eyenzeke emsebenzini kwabe
Ukufaka isicelo sokubika ingozi eyenzekile kwisikhwama sesincephezelo
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe
Abaqashi kumele bagcwalise ingxenye yokuqala noma isigaba A sefomu u W.Cl.2.
Abaqashi kumele badabule isigaba B sefomu u W.Cl.2 balinikeze udokodela noma isibhedlela ngokushesha emva kokwenzeka kwengozi.
Abaqashi kumele bathumele isigaba A sefomu u W.Cl.2 kubesikhwama sesincephezelo ngokushesha emva kokwenzeka kwengozi.
Abaqashi abangalindi isigaba B sefomu ukuthi sigcwaliswe ngudokodela anduba bafake isicelo sokuncephezelwa. Bazathi bangalithola isigaba B sefomu elivela kudokodela, bese balidlulisela phambili.
Abaqashi kumele bakhokhele umsebenzi imali yesincephezelo yezinyanga ezintathu zokuqala emva kokwenzeka kwengozi. Abesikhwama sesincephezelo bazombuyisela imali yakhe umqashi ngaloku.
Uma umsebenzi engeke akwazi ukubuyela emsebenzini masishane, abaqashi kumele bathole amaripoti esimo sesigulane (W.Cl.5) kudokodela bawuthumele kubesikhwama sesincephezelo njalo nganyanga.
Uma umsebenzi ebuyela emsebenzini, abaqashi kumele bathumele iripoti yokubuyela emsebenzini (W.Cl.6), kanye neripoti yokugcina (W.Cl.5) kubesikhwama sesincephezelo.
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Loku kuzoba sekuthini yonke imininingwane igcwaliswe kahle.
Phezulu
Izindleko
Lomsebenzi awukhokhelwa.
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Sicela ufakela isifundazwe
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
