Isicelo sokusungula i-learnersip uma ungumqashi
Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Isicelo sokusungula ilearnersip uma ungumqashi
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo ezinhlanganweni
Ezobudlelwane babaqashi nabasebenzi
Isicelo sokusungula ilearnersip uma ungumqashi
Isicelo sokusungula i-learnersip uma ungumqashi
Isimo
I-learnership ngenye indlela ehlukile yoqeqesho egxila kakhulu kwisipiliyoni esibambekayo.
Ama-learnership abandakanya izifundo ezenziwa emaklasini esikhungweni soqeqesho noma ekholishi kanye noqeqesho lwasemsebenzini ngesikhathi wenza umsebenzi.
Ukuthola olunye ulwazi, hamba uye kwaboMnyango wezemiSebenzi
Inqubo okumele ilandelwe
Thola omunye umuntu kwinhlangano yenu ukunikeza umkhombandlela kubafundi nokubasiza ngezinkinga abangahlangabezana nazo kwinhlangano.
Abaqashi bangakhetha abafundi phakathi kwabasebenzi babo noma bakhethe kubantu abangasebenzi ukuze bathole ama-learnership. Uma befuna abantu abangasebenzi ukwenza ama-learnership, bangaxhumana ne-labour centre (isikhungo sezemisebenzi) esiseduzane nabo ukuthola uhla lwabantu abangasebenzi ababhalise kuso. Asikho isidingo sokuthi baqashe laba bantu kulaba bafundi abangasebenzi ngemuva kwama-learnership.
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Kungathatha cishe izinsuku ezingu-30 ukusungula i-learnership.
Izindleko
Le nkonzo ngeyamahhala ayikhokhelwa.
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Sicela ufakela isifundazwe
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
