Ukuqhuba ibhizinisi lezimayini
Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Ukubhalisa umkhumbi wokudweba kwabemikhumbi yamazwe angaphandle
Ukudweba ngenhloso yohwebo ukuhambisa noma ukuphatha ukudla ukuphatha ubisi kanye nokuluhambisa
Ukufunana nomcebo wamaminerali ibhizinisi lomsebenzi wezimayini
Ukuqhuba ibhizinisi lezimayini
Isicelo sokubhalisela ukusetshenziswa kwamanzi
Elayisense yokuqhuba iNkonzo yezamaposi egodliwe
Ukufaka isicelo sokudoba izinhlanzi ukuze uziphili
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izimvume namalayisense
Isicelo semvume noma selayisense
Ukuqhuba ibhizinisi lezimayini
Ukwenza isicelo selungelo lokuqhuba ibhizinisi lezimayini
Izincazelo
Ilungelo lokuqhuba ibhizinisi lezimayini yimvume enikezwa wumbuso ekhishwa wuMnyango wezemaMinerali ne-Eneji enikeza wena igunya lokwenza umsebenzi wokumba amaminerali endaweni ethize.
Ilungelo lokumba amaminerali linikezwa uma:
Iminerali ingambiwa ukufinyelela ezingeni eliphezulu
Uma umenzi wesicelo enezimali ezenele kanye nekhono lokuqhuba umsebenzi wokufunana nomcebo wamaminerali ukufinyelela kwizinga eliphezulu
Iplani yezezimali (financial plan) ihambisana nomsebenzi wokufunana nomcebo wezimali waso sonke leso sikhathi.
Uma kungeke kwaba nokungcoliswa komoya nendalo noma ukulinyazwa kwesimo sendalo okuzokwenzeka ngomsebenzi wokufunana nomcebo wamaminerali.
Umenzi wesicelo enze amalungiselelo ezimali kanye nokunye ngohlelo olubekiwe (olunqunyiwe) ngezenhlalakahle yabantu kanye nezemisebenzi
Ukuze uthola olunye ulwazi, hamba uye kwaboMnyango wezamaMinerali
Izinyathelo okumele zilandelwe
Ifomu kumele lihambisane nemali ekhokhelwa isicelo njengoba ibekwe ngu-Regional Manager.
Ukuze ufakele uhlelo lonakekelo lwesimo sendalo ukuze lwamukelwe
Ukwazisa kanye nokuthintana nabo bonke abathintekayo ezinsukwini ezingu-180 ukusukela ngosuku lwenothisi.
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
U-Regional Manager (uMininjela weRijini) uzokwazisa ngokubhala uma isicelo sakho sivunyiwe, lokhu kusho ukuthi isicelo sakho sihambisana nazo zonke izidingo, lokhu uzokwenza ezinsukwini ezingu-14 ngemuva kokuthola isicelo kanye nokukulayela ukuthi uxhumane nomnikazi womhlaba, ohlezi kulowo mhlaba ngokomthetho, kanye nabanye abathintekayo.
Uma ungqongqoshe enqabela ilungelo lokumba amaminerali, kumele akwazise ngokubhala, ezinsukwini ezingu-30, achaze izizathu zokwala.
Izindleko
Umnyango uzobeka izindleko, kanti le mali ayibuyiselwa kuwe.
Inani lezindleko liyahluka kuye ngeminerali ofuna ukusebenzana nayo.
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
