Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Ukubhalisa umkhumbi wokudweba kwabemikhumbi yamazwe angaphandle
Ukudweba ngenhloso yohwebo ukuhambisa noma ukuphatha ukudla ukuphatha ubisi kanye nokuluhambisa
Ukufunana nomcebo wamaminerali ibhizinisi lomsebenzi wezimayini
Ukuqhuba ibhizinisi lezimayini
Isicelo sokubhalisela ukusetshenziswa kwamanzi
Elayisense yokuqhuba iNkonzo yezamaposi egodliwe
Ukufaka isicelo sokudoba izinhlanzi ukuze uziphili
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izimvume namalayisense
Isicelo semvume noma selayisense
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
ukunweba 'ukufinyeleleka' kwelungelo lokuthola ulwazi ukubandakanya ukufinyelela kweningi kumkhakha wokwenza nokukhiqiza imisebenzi yobusakazi.
ilungelo lenkululeko yezezindaba zamaphepha nababhali bezindaba (press) nezinye izinhlobo zezezindaba (ze-media), inkululeko yokuthola nokuhambisa ulwazi nezindaba nemibono, inkululeko kwezobuciko nobuqambi; inkululeko kwezomkhakha wezemfundo ophezulu kanye nenkululeko yezocwaningo.
ukusukela ekuthuthukisweni kombono, udaba lwenqubo yokulingana lubalulekile ekwenzeni ukuthi zonke izinto zihambe ngokulingana ngendlela efanele nelungile kwimboni yezokusakaza ngokukhuthaza ukungena nokusungulwa kwamabhizinisi amasha kule makethe yezokusakaza.
Izinkonzo (amasevisi) ezobusakazi bamaredioyo bomthamo ophansi - obusebenza ezindawo ezihlala abantu abadala, ukuxhumanisa izindawo zamasonto, ukuxhumanisa izindawo zezinkonzo zenkolo kanye namakhaya, noma ezinye izindawo ezinjengalezi, iziphathimandla ezingabubona bufanele.
Ubusakazi bamarediyo bemiphakathi kanye nobentengiso bomthamo ophansi buyosebenza iminyaka emithathu, kanti ilayisense yobusakazi bomthamo ophansi buyosebenza izinsuku ezingamashumi amathathu.
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe
Ukubheka ukuthi ngabe yimaphi amafrikhwensi afanele angasetshenziswa ngumthamo ophansi.
Ukubheka indawo isiteshi sokusakaza esizosakazela kuyo.
Sungula iqembu lokusebenzisana (working group) elizobhekana nenqubo yesicelo kanye nokuba ngumenzi wesicelo (applicant) egameni labagqugquzeli bomcimbi ozokwenziwa.
Qinisekisani ukuthi iqembu lokusebenzisana, lenza okulandelayo:
o ukuqoqa amasignesha emphakathini o ukubhala iplani yebhizinisi o ukugqugquzelela ukukhethwa kwamalunga eBhodi ngenqubo yedimokhrasi (yentando yeningi)
Fakelani ifomu lesicelo lokuqala (original) kanye namakhophi amafomu esicelo aqinisikisiwe angu-16 kwabe-(ICASA) nemali yesicelo.
Izicelo ezingagcwalisiwe ngokuphelele, zizobuyiselwa kumenzi wesicelo kanti ngeke samukela emahlombe ethu ukuphazamiseka okungabakhona.
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Ukwamukelwa kwelayisense kungathatha izinyanga ezingu-2 ukuya kwezingu-3.
Phezulu
Izindleko
Imali engabuyiselwa emuva ngu-R500 lapho sekukhishwa ilayisense
Imali engabuyiselwa emuva ngu-R200 lapho sekukhishwa ilayisense
Ilayisensi yesehlakalo esiyisipesheli somphakathi ingu R500
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
Ifomu lesicelo lizoba yingxenye yamasheduli eGazethi kaHulumeni.
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Ucingo:
Ikheli lendawo:
Ikheli leposi:
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Ukuxhumana okuhambelanayo
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
