Fakela isaziso ngokufa okwenzekile
Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Ukubika ubugebengu ngaphandle kokuzidalula igama
Ngokuhlukunyezwa kwabantu asebegugile
Fakela isaziso ngokufa okwenzekile
Umgunyathi wenkohliso ye419 kanye nenkwabaniso yam
Inombolo yokubika ubugebengu
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo Kubantu
Ukubhekana nomthetho
Ukubika ubugebengu izenzakalo
Fakela isaziso ngokufa okwenzekile
Isimo
Inqubo okumele ilandelwe
Nikeza abe-ICD ulwazi olulandelayo:
Igama nemininingwane yokuxhumana nohlukunyeziwe kanye/noma umfaki wesikhalazo
Igama nesikhundla sephoyisa (samaphoyisa) elingumsolwa (angabasolwa).
Igama lesiteshi samaphoyisa noma sikamasipala lapho okusebenza khona iphoyisa elingumsolwa.
Inombolo yekheyisi yamaphoyisa, uma ikhona
Usuku, isikhathi kanye nohlobo lokuhluleka ukusiza ohlukumeziwe.
Imininingwane yofakazi, uma bekhona.
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Abe-ICD bazophenyisisa ikheyisi (icala) ngokuya lapho okwenzeke khona ubugebengu, kanye nokuthola izitatimende kufakazi(kofakazi).
Uphenyisiso lungathatha cishe izinsuku ezingu-30 noma ngaphezulu, kuncike kubunzima becala.
Abe-ICD bazothumela Umbiko wokubonwa nokutholakala unecala/ womlayelo wokukhululwa wokutholakala ungenacala kwiklayenti.
Ukwenziwa kombiko wokugcina ungathatha izinsuku ezingu-180.
Yonke imibiko efakelwa kwi-database ingathatha cishe amahora angu-48.
Ukwenziwa kwesincomo semibiko yokugcina, kungathatha cishe izinsuku ezingu-14 ngemuva kokwamukela imibiko etheknikhali.
Izindleko
Le nkonzo ngeyamahhala ayikhokhelwa.
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
