Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Ukubhalisa umkhumbi wokudweba kwabemikhumbi yamazwe angaphandle
Ukudweba ngenhloso yohwebo ukuhambisa noma ukuphatha ukudla ukuphatha ubisi kanye nokuluhambisa
Ukufunana nomcebo wamaminerali ibhizinisi lomsebenzi wezimayini
Ukuqhuba ibhizinisi lezimayini
Isicelo sokubhalisela ukusetshenziswa kwamanzi
Elayisense yokuqhuba iNkonzo yezamaposi egodliwe
Ukufaka isicelo sokudoba izinhlanzi ukuze uziphili
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izimvume namalayisense
Isicelo semvume noma selayisense
Isicelo selayisense yokudoba kwabemikhumbi yangaphakathi kwezwe
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
Umkhumbi wokudweba uvamise ukuba ufakelwe izinto ezizosetshenziselwa ukudweba noma okunye okuhambelana nalokhu. Umkhumbi ubandakanya onke amagiya (gear), imishini esetshenziswayo (equipment), indawo yokugcina, impahla, kanye namafutha okuqhuba umkhumbi (fuel) ngaphakthi komkhumbi. Umkhumbi wangaphakathi ungabandakanya noma yimuphi omunye umkhumbi owodwa noma ngaphezulu eselwandle ekwenzeni imisebenzi ehambelana nokwedweba. Lokhu kungabandakanya, kanti futhi hhayi lokhu okulandelayo kuphela:
amalungiselelo ukusaplaya (ukuphakela)
Akukho umuntu ongavunyelwa ukusebenzisa umkhumbi wokudweba, noma yimuphi omunye umkhumbi ukusebenzisa ilungelo lokufinyelela (access) ngaphandle kokuba kukhishwe ilayisense, ehambelana nemvume uma umnikazi womkhumbi enelayisene yelungelo lokudweba. Uma umnikazi womkhumbi engenalo ilungelo lokudweba, kumele kube nekontraki yokusebenzisa lowo mkhumbi.
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe
Thola ifomu lesicelo kwaboMnyango wesimo seNdalo nezokuVakasha.
Kumele ube ngonelungelo lokudweba (wenze isicelo kanti futhi wanikezwa imvume yokudweba). Uma ungeyena umnikazi welungelo lokudweba onomkhumbi, kumele ufakele, noma ubandakanye ikontraki, oyiphethe nomnikazi womkhumbi ukusebenzisa lowo mkhumbi lapho ufakele isicelo selayisense yomkhumbi.
Gcwalisa ifomu ngokuprinta ngokusebenzisa amagama amakhulu kuphela, kanye nokubhala incazelo yesidingo (motivation) lapho kufanele.
Khombisa ubude besikhathi sokusebenza kwawo kanye nesicelo somkhakha wokudweba lapho lowo mkhakha ohlose ukusebenza khona.
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Iisicelo singathatha izinsuku ezintathu zokusebenza noma ngaphezulu kwazo, kuye ngokuthi isicelo sefakwe ngokulandela inqubo efanele.
Phezulu
Izindleko
Izindleko ziyehlukahlukana kuye ngobude bomkhumbi.
Ubude bomkhumbi
Imali ekhokhwayo okwamanje
Umkhumbi odweba olwandle olujule kakhulu
Imali yokufaka isicelo: R125
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Ucingo:
Ikheli lendawo:
Ikheli leposi:
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Ukuxhumana okuhambelanayo uMnyango wesimo seNdalo nezokuVakasha
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
