Kungenisa izinhlanzi ngenhloso yohwebo
Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Ukungenisa ngaphakathi nokuthumela ngaphandle imik
Isicelo sokungenisa impahla ebuya ngaphandle eqond isicelo sokungenisa impahla ngaphakathi ezweni
Isicelo semvume yokungenisa izimoto ezithengiswa o kungenisa izinhlanzi ngenhloso yohwebo
Uhwebo kwezinhlanzi ukuzithokozisa
Isicelo sokungenisa ngaphakathi kwezwe izilwane ne
Sokungenisa ngaphakathi ezweni noma ukuhambisa ngo
Isicelo sokungenisa amakhemikhali
Isicelo sokungenisa izilwane nemikhiqizo ezilwane
Isicelo sokungenisa noma ukuhambisa ngokudlulisa isitifikedi sokuqinisekisa ukuthi izitshalo azinaz
Isicelo semvume yesikhashana yokungenisa izilwane
Isicelo sokungenisa ngaphakathi ezweni isipesimeni
Ngenisa ngaphakathi izinto zokuxilonga izifo yokungenisa imithi yogonyo lwezilwane ngaphakathi
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo ezinhlanganweni
Ukungenisa izinto ezweni kanye nokuthumela izinto
Ukungenisa izinto ezweni kanye nokuthumela kungenisa izinhlanzi ngenhloso yohwebo
Ukufaka isicelo sephomedi yokudoba izinhlanzi kwamanye amazwe uzozithengisa lapha ekhaya
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
Ukudobela ukuzothengisa wokuthi abantu bahambe bayodoba izinhlanzi emanzini angewona ase South Africa beqonde ukuzothengisa. Ukuze ungenise izinhlanzi ezivela kwamanye amazwe uzingenisela ukuzothengisa, kumele ufake isicelo sephomedi yokwenze njalo ekhishwa yigatsha eliphethe izindaba zenhlalo yendawo nezokuvakasha noma isiphathimandla esikhethiwe. Akekho umuntu ovunyelwe ukuthi angenise izinhlanzi zakwamanye amazwe ngaphandle kwephomedi yokwenze njalo. Faka isicelo esisha sephomedi uma lena onayo isiphelelwe yisikhathi. Uma uhluleke ukuthobela lesimiso sephomedi, ingamiswa iphomedi yakho noma ihoxiswe.
Lemithetho elandelayo yokuthibela ukungenisa izinhlanzi ibekiwe:
Kuvumeleke Inkalankala ephelele esemakhazeni enesisindo asingu 600g ngasikhathi sinye noma umthwalo ungedluli kumathani angu 25 ngomnyaka.
Abantu abakavunyelwa ukungenisa inkalankala ephilayo.
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe
Fundisisa ifomu uqinisekise ukuthi uphetha zonke izimfanelo zesimiso zesicelo.
Thumela ulwazi olulandelayo:
o ikheli labakuthengiselayo ezweni lapho izinhlanzi ziphuma khona o igama elejwayelekile nelesayensi lenhlanzi o nenani lezinhlanzi ozozingenisa.
Thumela isicelo sakho kanye nalamaphepha alandelayo:
o ikhophi enesitembu samaphoyisa yomazisi wakho nenombholo yokubhalisa yenkampani yakho o ikhophi enesitembu samaphoyisa yephomedi yokungenisa impahla evela kwigatsha lezohwebo kanye nezimboni noma isaziso sephomedi.
Gcwalisa, usayine uposele ifomu lakho namaphepha adingekayo kwabaphethe ezamanzi nesifunda sasogwini.
Imininingwane yabo ibhaliwe ngaphansi thumela amaphepha okuqala ngaphandle kwaloko iphomedi ingeke ikhishwe.
Imali yokufaka isicelo ingu R225.
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
(Umthetho kaZwelonke wezimila nezilwane ezehlukahlukene)
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Isicelo sakho sizosetshenzwa izinsuku ezingu 7 noma ngaphezudlwana uma amaphepha onke aphelele.
Phezulu
Izindleko
Imali yokufaka isicelo ingu R225. Izindleko zingakhushulwa njalo ngomnyaka noma ngokusho kuka ngqongqoshe wegatsha eliphethe izindaba zenhlalo yendawo nezokuvakasha noma isiphathimandla esikhethiwe besebenzisana nongqongqoshe wezezimali.
imininingwane yasebhange yephomedi yokufaka isicelo sokungenisa impahla:
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Ucingo:
Ikheli lendawo:
Ikheli leposi:
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Ukuxhumana okuhambelanayo uMnyango wesimo seNdalo nezokuVakasha uMnyango wezoLimo uMnyango wezoHwebo neZimboni&#160;
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
