Ukubhekana nokuzingenela kwabantu emhlabeni ngaphandle kwemvume
Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Ukubhekana nokuzingenela kwabantu emhlabeni ngapha
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo Kubantu
Indawo yokuhlala
Ukubhekana nokuzingenela kwabantu emhlabeni ngapha
Ukubhekana nokuzingenela kwabantu emhlabeni ngapha
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
Umhlaba wombuso (umhlaba ongaphansi kolawulo loMnyango wezeMihlaba noma weMisebenzi kaHulumeni emiphakathini noma uhulumeni wesifundazwe - weprovinsi noma kamasipala) kanye nomhlaba onabanikazi bangasese ungangenelwa (invaded) ngokungemthetho.
Uhulumeni unomsebenzi ngokomthethosisekelo ukuqinisekisa ukuthi - lapho kunesidingo khona, kanti futhi lapho kunemithombo yosizo eyenele - zonke izakhamizi zingafinyelela kumalungelo azo okuthola umhlaba kanye/noma izindlu. Kwizimo ezithile ezifana nalapho iningi labantu lingena emhlabeni ngokungemthetho, uhulumeni unomsebenzi wokusizana nomnikazi womhlaba ukuvikela umhlaba wakhe.
Abantu ziqu (individuals) (ababandakanya labo abahlala ngokungemthetho), abanganayo imihlaba yolimo bangaxhumana noMnyango wezeMihlaba ukuthola usizo ukuthola umhlaba ofanele wolimo. Abantu ziqu (individuals) abadinga izindlu bangaxhumana nomasipala wendawo noma, uma kunesidingo, umnyango wezezindlu kahulumeni wesifundazwe (weprovinsi) noma uMnyango kazwelonke wezeZindlu, ukuthola usizo.
uzothintana nenkantolo ukuthola umyalelo wokukhipha abahlezi ngokungemthetho kumhlaba wombuso ongaphansi kolawulo lwawo inqaba nje uma amalungelo abahlezi ngokungemthetho engathikamezeki usize abahlezi emhlabeni wombuso ngokungemthetho abadinga nabangenawo umhlaba wolimo ukuthola umhlaba wolimo ofanele usize ezinye iziphathimandla zikaulumeni ukuthola omunye umhlaba ofanele onganikezwa abahlezi ngokungemthetho, abadinga izindlu lapho kudingeke khona, nalapho kunezimo ezingavamile, ukusiza abantu bangasese abangabanikazi bomhlaba wolimo umhlaba wabo ongenelwe ngokungemthetho ukususa labo abahlezi kuwo ngokungemthetho abadinga umhlaba wolimo ofanele ukuya komunye umhlaba ofanele.
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe
Lapho khona umhlaba womuntu wangasese ungenelwe ngokungemthetho, kanti kungekho izimo ezingavamile, umnikazi wenkantolo angathintana naboMnyango wezeMihlaba ukuthola usizo, uma isidingo esibangelwe ukungenelwa komhlaba ngokungemthetho kuyidisingo sokuthola umhlaba wolimo.
Lapho umhlaba wangasese ungenelwe ngokungemthetho kanti kukhona izimo ezingavamile, umnikazi womhlaba angaxhumana nomasipala wendawo, noma uma kufanele, umnyango wesifundazwe (weprovinsi) noma uMnyango kazwelonke wezeZindlu, ukuthola usizo uma isidingo esibangele lokho kungenelwa ngokungemthetho kuyisidingo sezindlu.
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Ekuqaleni, kungathatha abophiko lwe-Directorate: Ukusekelwa kwabantu ngoMhlaba izinsuku ezingu-14, ukufuna kanye nokubeka omunye umhlaba ofanele. Kodwa-ke, ngenxa yesidingo sokubonisana nabathintekayo kanye nokwamukelwa ngungqongqoshe, inqubo ingathatha cishe izinyanga ezimbili ukuya kwezintathu ukuthi iphethwe.
Phezulu
Izindleko
Izindleko ezibandakanyekayo ekutholeni omunye umhlaba ofanele, kuya ngesimo nesimo. Izinto ezifana nobungakanani bomphakathi ofunelwa umhlaba, kanye nezindleko zomhlaba kuleyo ndawo nakho kuyabonelelwa.
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
Awekho amafomu okumele agcwaliswe
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Sicela ufakela isifundazwe
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Ukuxhumana okuhambelanayo uMnyango wezeMihlaba uMnyango weMisebenzi kaHulumeni kuSizwe
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
