Isicelo sokukhishwa kwezitifikedi ze - ISTA
Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Ukuhlolwa kwamasampuli asemthethweni ezimbewu
Ukuhlola imbewu lapho kunesikhalazo kanye nengxaba
Isicelo sokukhishwa kwezitifikedi ze ISTA
Isicelo samalungelo okwandisa izinhlobo zezitshalo
Isicelo sokwamukelwa kwenhlobo yesitshalo
Isicelo sokwamukelwa kwemisebenzi emaqondana
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izimvume namalayisense
Ukukhiqiza izitshalo
Isicelo sokukhishwa kwezitifikedi ze ISTA
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
Isitifikedi esi-Green (Green Certificate) sinikezwa lapho isampuli ithathwa phakathi kwezinye ngaphansi kwegunya lelabhorethri egunyaziwe, kodwa uhlolo lwenziwa kwenye ilabhorethri nayo egunyaziwe kodwa kwelinye izwe.
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe
Amasampuli anikezwa abe-OSTS abese ehlolelwa iqophelo (ikhwalithi) ebese kukhishwa isitifikedi.
Khokha imali yokuhlolwa kwezimbewu. Lapho sekwamukelwe amasampuli, kuzokhishwa i-invoice (isigqebhezana sephepha esibonisa imali okumele ikhokhelwe). Imininingwane yeBhangi yilena engezansi:
Ikhodi leGatsha: 01-08-45
Inombolo ye-akhawunti: 011244887
Kungakhokhwa ngendlela ye-elektroniki (ngokusebenzisa i-inthanethi) noma ngokukhokha kukhawuntala, kodwa kubalulekile ukuthi usho inombolo ye-invoice ukuze bazokwazi ukuqhathanisa imali ekhishiwe kanye ne-invoice eyenziwe.
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Awukho umthetho osetshenziswayo.
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Abesiteshi esigunyaziwe sokuhlolwa kwezimbewu iOfficial Seed Tasting Station, babonelela kuqala ukuhlolwa kwamasampuli ezimbewu ezithunyelwa ngaphandle. Izinhlobo ezehlukene zezitshalo zinezimo ezehlukene zokuhlolwa kanti isikhathi sokuhlolwa siyehlukahluke ukusukela ezinsukwini ezimbalwa ukuya kumaviki ambalwa.
Abe-OSTS bazimisele ukuqhumisa amasampuli ezimbewu kwikhonsayinimente noma inqwaba eyodwa ngaphansi kwezimo ezifanayo zohlolo. Kanti futhi iklayenti ingacela uhlolo olunhlobo-nhlobo. Ngeke kwanikezwa ulwazi maqondana namazinga okuhlola. Buza kuleyo ndawo ngokwayo (bheka imininingwane yokuxhumana).
Phezulu
Izindleko
Ukwenza amasampuli kanye nokuvala imiphongolo ngci angangeni umoya uR230 ngehora
Izigxivizo zokuvala imiphongolo inganeni umoya ngu-R0,10 ukuvala ngci (per seal)
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Ukuxhumana okuhambelanayo uMnyango wezoLimo
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
