Ulwazi ngoHulumeni www.gov.za
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo ezinhlanganweni
Izinkonzo kubantu bamazwe angaphandle
Khetha ulwimi
Isicelo sosizo lwezimali kahulumeni kumasosha
Isicelo somxhaso lwabantu abancikile
Somxhaso lwesondlo sengane
Somxhaso lwengane okungeyona
Sempesheni yabadala
Zokuhlengwa kwabantu abakhubazekile
Imali yosizo kahulumeni ifakelwe kwiakhawunti yoma
Somxhaso wemali zabakhubazeke unomphela
Zomphakathi zonakekelo lwezempilo kwasebegugile
Izinkonzo zokusekela imindeni
Uhlelo lokusiza ngamandla kwabahlukunyeziwe
Osizo lwemali kahulumeni
Ekusebenziseni kabi izidakamizwa
Somxhaso sosizo ngokulandela uhlelo lokwabelwa umh
Ngokudla kwabakusimo esibucayi senhlupheko
Ukubuyisela izimali zosizo lukahulumeni
Ukwenza isicelo futhi sosizo lwemali kahulumeni
Ukuqoka umuntu ukuthi emukele imali
Emali endaweni ehlala izingane
Izinkonzo amasevisi kaMasipala ayisisekelo amahala
Izinto ongekhetha kuzo
Printa leli khasi
Thumela leli khasi nge-E-mail
Ngezela kuzinto ozithanda kakhulu (favourites)
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Ikhasi lokuqala
Izinkonzo Kubantu
Izinkonzo kubantu
Izincazelo
Izinyathelo okumele zilandelwe
Umthetho osetshenziswayo
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Izindleko
Amafomu okumele agcwaliswe
Indawo nendlela yokuxhumana
Izincazelo
I-ISS isizana nabantu ngamunye kanye nemindeni abanezinkinga umuntu ngamunye siqu noma zemiphakathi, abadinga usizo lokusebenzisana phakathi kwamazwe. Lulu sizo lutholakala kunoma yimuphi umuntu oseNingizimu Afrika noma phesheya.
Phezulu
Izinyathelo okumele zilandelwe
Izicelo zabantu abahlala eNingizimu Afrika:
Yenza isicelo ehhovisi eliseduzane nawe likasonhlalonhle
Izicelo zabantu abahlala ngaphandle kweNingizimu Afrika:
Phezulu
Umthetho osetshenziswayo
Phezulu
Amazinga afanele okwenziwa komsebenzi
Lapho kwamukelwe isicelo sokuthunyelwa esibuya ezweni langaphandle, abe-ISS SA badlulisela udaba kummeli wesifundazwe wendawo ozokwenza amalungiselelo nosonhlalonhle ukuphenyisisa ngalo kanye nokunikeza umbiko kwabomnyango wesifundazwe. Uma umbiko usuwamukelwe, uthunyelwa kwabe-ISS SA, okuyibona abawuhlaziyayo kanye nokudlulisela umbiko kwabathintekayo (stakeholders), umbiko ozohambisana nokuphawula kwabo, imibuzo noma ukuphengulula (queries).
Phezulu
Izindleko
ENingizimu Afrika, inkonzo inikezelwa mahhala. Kwamanye amazwe, ungakhokhiswa imali yezinye izinkonzo. Lezi zimali ezikhokhelwayo ziyahluka kuzwe nezwe.
Phezulu
Amafomu okumele agcwaliswe
Awekho amafomu okumele agcwaliswe.
Phezulu
Indawo nendlela yokuxhumana
Ucingo:
Ikheli lendawo:
Ikheli leposi:
Yagcina ukubuyekezwa ngomhlaka:
Ukuxhumana okuhambelanayo uMnyango wezeNtuthuko yaBantu
Xhumana nathi
Imephu yendawo
Imibandela nezimo zokuSebenzisa
